Amaphupho amayelana nokusonta kanye nonkulunkulu. ukuphupha usonta , kukhona amakholwa amaningi noma abazalwane abaningi befake umfaniswano wesonto, ufake izingubo zesonto, ukuphupha ushumayela usesontweni or uthandaza or ukhuleleka , ukuphupha uqgoke umnazaretha noma ijazi lobufundisi noma uphupha ugwaba, ngesinye isikhathi uyaphupha uxoxa nonkulunkulu, kuyenzeka uphuphe isonto ongasonti kulona ngesinye isikhathi uze uphuphe ufake izivatho salelosonto, ukuphupha isinto kuchaza ukuthi unesithunywa esifuna uye kulelosonto, noma idlozi lakho elashona lalikholwa kulelosonto noma lelosonto lingakunika usizo ezintweni ezikuhluphayo empilweni, okunye ongakwenza okulula uma ungenalo uthando lokukhonza kulelosonto, ngukuya esontweni ufike unikele khona bese wenza isicelo ngenhliziyo noma isiphi isicelo, kungaba isicelo somshado noma semali noma sokuhlala ngokuthula emzini wakho. Abantu abaningi baye baphuphe lamasonto alandelayo, amaroma, izayona, ushembe, zcc, abapostoli, kuyenzeka uphuphe usesontweni kudliwa, noma uphuphe umfundisi or upastor or umshumayeli. ufunda ibible ephusheni kona kuchazana ukuthini? kuchaza ukuthi zisondelanise nesonto

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Zame Simelane 2021-09-28 22:14:29
Ngicela ukubuza kuchazukuthini ukuphupha useskoleni noma ukuphupha ubhala?
Zame Simelane 2021-09-28 22:15:23
Ngicela ukubuza kuchazukuthini ukuphupha useskoleni noma ukuphupha ubhala?
ZULU 2023-05-21 08:26:16
cela buza kuchazani ukuphupha ugqoke izembatho zase zayoni ezi green
ZULU 2023-05-21 08:26:17
cela buza kuchazani ukuphupha ugqoke izembatho zase zayoni ezi green
ZULU 2023-05-21 08:26:18
cela buza kuchazani ukuphupha ugqoke izembatho zase zayoni ezi green

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...