Ukuphupha udlala
Umbuzo?
Ngiphuphe ngidlala ibhola, ngicela incazelo yaleliphupho.
Ngabe kuchazani ukuphupha udlala ibhola, kungenzeka udlala ibhola
- Uphupha udlala ibhola , ushaya amagoli, kunguwe olidlala kakhulu ujika abanye abafana
- uphupha kunguwe ovimbile ezintini/emapalini akungeni lutho uma uvimbile ulidlala kahle ibhola
- kuyenzeka uphuphe kukhona izihlwele eziningi zikubuka noma udlala ibhola esikoleni noma enkundleni lapho
owakhula udlala ibhola khona.
Impendulo
Ukuphupha udlala ibhola kukhombisa ukuba nethalente empilweni yakho ongathi uma ulisebenzisa uzuze noma uphumelele,
ukhumbule iphuphe li symbol akusho ukuthi uzodlala ibhola uphumelele kodwa iphupho
lithi unesiphiwo ongasenza kahle kunabanye abantu.
Read more dreams below
Imithi iziwasho
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Ulwazi ngemithi eyizihlahla
Ulwazi ngemithi ethakiwe
Read more ngamaphupho...