Emfuleni kulapho kuhlala khona amadlozi amabili, umfula ungase ukhombe ukuthi useduze nedlozi, kungase kube izinkomba zokuthi kumele uthwase. Ukuphupha amanzi empophoma/impophoma kungachaza imimoya yokuthi unamadla okuba ngumthandazi noma unemimoya yokuba yisangoma. Amanzi asetshenziselwa ukuhlamba/ukuwasha/ukukilina leliphupho lingachaza futhi ukuthi ukilini.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ulwandle engathi uyabhukunda kulona? kuchaza ukubusiswa yidlozi futhi kungasho inhlanhla. Read more dreams belowCopying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.