Iphupho nencazelo:

Ngiphuphe ushembe, Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ukhonza noma usonta kwashembe noma uvakashele esontweni kwashembe? Ngabe kuchazani ukuba nephupho lapho uphupha khona inkosi yakwaShembe Unyazi? Uma uphupha ufake izingubo ezimhlophe zesonto lwakashembe usenkonzweni uhlabelela, noma uvunule uhamba ngezinyawo. Ukuphupha noma uya ebuhleni, entabeni enhlangakazi, ukuphupha IThembezinhle noma iGinyezinye. ukuphupha ufake isticker sakwashembe emnyango noma emotini? Ukuphupha uthingo lwenkosazane

Incazelo:

Kuzomele ugxumane nomuntu oseduze nawe okholwa kwinkolo yakwashembe, ukuze uzwe ukuthi kumele wenze njani.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...