Ukuphupha utywala ngabe kuchazani?
Ngiphuphe ngiphuza or ngiphuphe ngidakiwe ngabe leliphupho lichazani na?
Umbuzo?
Ukuphupha utshwala, Ziningi izinhlozo zotshwala kukhona utshwala besizulu, ama cider, iwayini, i wine, ugologo, ubhiya , beer, besintu, besilungu.
Ngesinya isikhathi uke uphuphe utshwala buchitheka noma uphuphe ubuphuza udakwe / nidakwe,
ngesinye isikhathi uvele uphuphe udakiwe , unxilile.
Uma ungumuntu wesifazane liyafika leliphupho, uzibone ugaya utshwala obuhle impela kuphihlike ingwebu.
Impendulo
Ukuphupha utshwala kusho ukuthi abantu bakini abadala bomile badinga ukuphuziswa.
Uzothi uqeda ukwenza utshwala bakho ufafaze umamsmamo emsamo, kuthi makuphela lezinye izinkamba
uzichele egcekeni, abantu abadala bazophuza badele lapho.
When you dream of alcohol it means your ancestors are expecting utshwala ngamanye amazwi kumele wenze itiye.
Read more dreams below
Imithi iziwasho
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Ulwazi ngemithi eyizihlahla
Ulwazi ngemithi ethakiwe
Read more ngamaphupho...