Uukuphupha ubhosha amasimba

Umbuzo?

Ngiphuphe ngibhosha amakaka ngabe lichazani lilephupho, ngesinye isikhathi ngiphupha amasimba/amakaka. Amaphupho lawa owabalile amaphupho esichitho, uma uphupha amasimba or amakaka kuchaza ukuthi unesichitho, idle iyinto enyanyisayo yenza umsebenzi owodwa nesichitho, isichitho sikwenza ukuthi ungathandeki uma abantu bekubona bakunyanye, uthuvi akuyona into enhle, kuzomele ufake umuthi wokukhipha isichitho. iphupho lifika ngezindlela ezakuhlukene kubantu abahlukene, omunye uzophupha amasimba akhe, omunye aphuphe amasimbi ebhoshi (toilet), omunye aziphuphe enya - ukuphupha unya, omunye aphuphe amasimba esilwane, isibonelo amasimba enja, amasimba ekati, omunye aphuphe amasimba omunye umuntu uthole ukuthi uphupha amakaka engane, omunye aphuphe idede elimnyama. Akhona amanye amaphupho esichitho, ukuphupha uhlanza noma umhlanzo, ukuphupha uchama noma ubona umuntu echama, ukuphupha izimpethu / impethu, ukuphupha iselesele or ixoxo / amaxoxo, ukuphupha inyama yengulube noma ingulube uqobo lwayo.

Kutshoni ukuphupha ikaka kuchaza ukuthi Umgqwaliso. Ukuphupha amakaka akho in english it means to dream of your faeces, which is a bad sign, it is associated with bad lucky. it might means that you have isichitho which need to be cleansed.

Dreaming of amasimba kuchaza ibhadi elibi or isichitho or isinyama, kungachaza futhi ukuthi izinto zizokubhedela. Akekho umuntu othanda umnqatha. Ukuphupha amasimba amaningi kuchaza isichitho noma isinyama, nanka amanye amaphupho ahambisana naleli: ukuphupha amasimba or amakaka engane , ukuphupha udla amasimba esikhundleni sokudla ukudla, ukuphupha uhamba emasimbeni.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...