Ingonyama isho idlozi ephusheni, Ukuphupha ibhubesi ubaleka likusukela kungase kukhombise ukuthi amadlozi akho athukuthele ngempela, Ukuphupha ulunywa ibhubesi noma amabhubesi amaningi kusaveza ulaka lwabaphansi lolo, ngesinye isikhathi ke ibhubesi lakho ephusheni liba nombala, abanye baphupha ibhubesi elimhlophe okusho ukuthi idlozi liyakhanya lihle, ibhubesi elimnyama lichaza ukuthi cha izinto azihambi kahle idlozi lithukuthele.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...