Iphupho:

Ngiphuphe ngigeza ngabe leliphupho lichazani? Ukuphupha ugeza umzimba, ukuphupha ugeza emfuleni noma ebhavini noma eshaweni, ukuphupha ugezwa ngabantu noma ukuphupha ugezwa isithandwa sakho, noma ugezwa ngu mama wakho. Ukuphupha uwasha izingubo zakho ezingcolile ezimnyama or ezimhlophe.

Incazelo:

Udinga ukugeza empophomeni uma uyisangoma, uma ungesona zama ukuzikhipha isichitho, amaphupho esichitho lawo , kumele uzihlambe ukuze izinto zakho zizokulungela. Ukuphupha ugeza ngamanzi amnyama angcolile kubika into embiza ezokwenzeka empilweni yakho, sukuma ngokushesha uzikiline uxoshe imimoya emibi namabhadi. Leliphupho liyafana nokuphupha uxubha amazinyo. Amanye amaphupho asondelene nokuphuza uhlamba , ukuphupha ugeza ikhanda, izinyawo, umzimba. Ukuphupha ugeza ingane kungachaza ukuthi izinhlanhla ziyaqala ziyavela , ingane ephusheni imele inhlanhla. Ukuphupha uchatha kona kuchazani? ukuchatha kuchaza ukut unobuthi obukhona egazini lakho, obudinga ukukhishwa.

Read more dreams below

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com or Whatsapp 084 352 2187

Save le post ku Whatsapp


Unezinkinga empilweni? awuthandeki? izinto zakho azihambi kahle? Ukukhipha isichitho usebenzisa holy ash

Ukukhipha isinyama, amabhadi, ususe izinkinga, kukhanye izinto, ususe isichitho usebenzisa holly ash.

Umuthi wemali. Uyafuna ukuthandwa yimali? Ubenenhlanhla yemali? Umsebenzi? Umuthi wenhlanhla yemali.

Isiwasho sokubamnandi uma ungumuntu wesi-fazane, umuthi wokukhulelwa. Umuthi wokukilina issinye.