Ngiphuphe ngihlanya ekhanda ngabe kuchazani lokhu? Amaphupho amayelana nekhanda, ukuphupha uhlanya or ugula ngekhanda. Kuchaza ukuthini ukuphupha uwuhlanya? Leliphupho lichaza wena, lichaza ukuthi ngesinye isikhathi uzizwa sengathi abantu abakuqondi. ukuphupha izinwele zakho or izinwele zomuntu , izinzwele ephusheni zichaza amandla nempumelelo. ukuphupha ugunda ikhanda kungachaza ukulahlekelwa yinto ezokwenza ube namandla uphumelele empilweni, akuchazi ukuthi uzophelelwa ngumsebenzi, kodwa kuchaza ukuthi amandla akho azonqindeka noma azokwehla.

ukuphupha uqhina ekhanda noma uluka or ulukwa, kuchaza amandla onikwa wona, ozokwenza ezinsukwini ezizayo kuzoba yimpumelelo, izinwele zikhomba amandla. Uma uluka noma isiphi isitayela opelepele, umrobhozo, i snoopy, straight back, ngokwencazelo yamaphupho kusho into enhle.

Read more dreams below

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com or Whatsapp 084 352 2187

Save le post ku Whatsapp


Unezinkinga empilweni? awuthandeki? izinto zakho azihambi kahle? Ukukhipha isichitho usebenzisa holy ash

Ukukhipha isinyama, amabhadi, ususe izinkinga, kukhanye izinto, ususe isichitho usebenzisa holly ash.

Umuthi wemali. Uyafuna ukuthandwa yimali? Ubenenhlanhla yemali? Umsebenzi? Umuthi wenhlanhla yemali.

Isiwasho sokubamnandi uma ungumuntu wesi-fazane, umuthi wokukhulelwa. Umuthi wokukilina issinye.