Imithi yothando
Lemithi ijwayele ukuthakwa emithini yothando,
lemithi engezansi uma uyihlanganisa uyisebenzisa uzoba nogazi,
imithi yogazi, uzothandwa or uzothandeka kubantu.
- ITSHE LABELUNGU ELIMHLOPHE
- MAVULA KUVALIWE IGXOLO
- LOSZLINA / Losilina / Rozlina
- Kanye neminye imithi engeke siyibale
Lemithi uyayisebenzisa njengemithi yokushela.
Uma ungumuntu wesifazane iyasebenza futhi as imithi yokushelisa.
Funda ngemithi
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Scammer Alert!!
Kunama scams aqola abantu, athi azobuyisa umuntu, akwenzele umuthi on your behalf,
bese ukhokhile akunike ama articles ami. Angisebenzisani nabo Thokoza gogo,
Ayikho inyanga ekwazi ukukhafulela omunye umuntu. Imithi idinga wena mnikazi ukuthi uzenzele.
Ayikho inyanga ebuyisa umuntu ngesithombe.
Before ufakele imali umuntu mbuze ukuthi uzokuposela yini imithi? uma engakuposeli vula icala.
Ungamfakeli imali umuntu othi uzokwenzela umuthi.
Always ask for a person's bank account and click verify sender ukuze uthole ama details ebank owner.