Balandeli bethu sichithe isikhathi sizama ukuthola ukuthi isiwasho esingu nosmanga sisetshenziswa kanjani? Sibuze abantu abaningi abake basisebenzisa, sathola izimpendulo eziningi ezingafani, kodwa sizozama ukubhala ngolwazana lwethu oluncane esilutholile.

Nozimanga isiwasho sezimanga wenziwa ngo bisi olungamanzi udinga ispoon esisodwa sobisi, awusebenzi i powder milk. Uthatha i orange ulisike kabili, ucezu lokuqala uyalihlala kude lelingeke litholwe khona ngumuntu, ucezu lwesibili uyali gcoba ubisi nesiwasho bese, uyagoqoza i-orange lakho usebenzisa ishumi (R1), bese uyakhuluma usho konke ofisa kwenzeke, uma sewuqedile i-orange ulimbela ebaleni / egcekeni /eyadini . Limbele ekuseni ilanga lingakaphumi, ungabonwa yimuntu. Kwisiwasho ufaka amashumi ayisihlangu ahlukene (R5 rand coins) phakathi. Azohlala lamashumi esiwashweni usisebenzise size siphele. uzobe usuyafutha / futha / qguma/ geza ngawo unozimanga untill uphele, uma sewuphelile imali yakho uyayilahla le kude.

Abanye bathi i orange ulimbela ehlane lapho kungeke kuhambe khona muntu, Abanye bayabuza ukuthi lemon ungakwazi yini wona ukuwusebenzisa uma lingekho orange? Abanye bathi bona bayarenta manje bangakwazi yini ukulimbela endaweni kamasitende? Abanye bayabuza ukuthi isiwasho lesi uyakwazi yini ukuphephetha ubize igama lomuntu kusona?

Zodwa thabethe Nozimanga testimonies Wenziwa njani unozimanga? Thatha ama rands awu 5 akho esikhwameni, uwafake phakathi ebhodleleni lesiwasho , thatha i orange ulisike izincezu ezimbili, olunye ucezu uyalilahla noma kuliphi ihlathi eliseduze nalapho uhlala khona. Leli elinye ucezu , ulufake u-fresh milk naso futhi isiwasho kanye nelinye ishumi lesi 6 esikhwamen sakho , bese uyaxova usebenzisa ishumi ukhulume okufisayo noku dingayo, izidinga zakho phela. uvuke ekuseni kusempondo zankomo, kusemnyama umbe, egcekeni uqgibe lo-half we-orange okade uwuxova , ngabe kuyezwakala yini?

Pin code isiwasho
Wenziwa kanjani unozimanga isiwasho
Isinyama english
Isinyama

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Lee Ngongoma 2021-11-22 14:53:32
Ngidinga usizo ngemali ngathatha imali kumashonisa manje uthi isikhuphukile isiwu15 000 angazi ukuthi ngizokwenza njani
Melokuhle 2021-11-22 16:19:45
Siyanizwa ngo Nozmanga siyabonga imfundiso nami ngikhala ngokthi ngirentile ngizomfaka kanjan engcekeni eish kunzima kdwa ngimthengile sengilesiqiniselo ngalesisiwatsho ngifundile mpela kdwa lapho engathenga khona uzozmanga bathi abashumi awu 5 mayephela uyawafaka ku Wallet yakho asaz noma naye ebengazi lutho
Melokuhle 2021-11-22 16:20:21

Melokuhle 2021-11-22 16:49:50

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe