Ukuchazwa kwamaphupho amaphupho nezincazelo

Amaphupho esizulu nezincazelo

Mnelisi amaphupho esizulu nezincazelo. Kulepage sixoxa ngokuchazwa kwamaphupho. Uzothola ulwazi ngamaphupho nezincazelo zawo. Ziningi izinhlobo zamaphupho, amanye amaphupho mahle amanye amaphupho mabi. Amanye abaphupho eziwa ngukuthi into usuke uyicabange kakhulu. Ukuphupha izinto ezimbi nakho kumbi ngoba kusuke kubika into enobungozi phakathi. Amanye amaphupho enziwa yimimoya emibi esuke isendlini olele kuyona, uma ulele ezindaweni ekulala abantu abaningi bahambe kuzona njengama resorts, amahotels, ama bnb , izindlu zemiqasho kanye nama lodge, lezondawo kulala khona abantu abaningi abanezilwane nemimoya, kuyenzeka abanye abantu bashonele kulezozindawo bangalandwa. Lokho kwenza ukuthi uma ulele khona uphuphe amaphupho amabi, amapupho lapho ulwa khona, noma usukelwa noma ushawa ngabantu.

ukuphupha isitimela

Ngabe kuchazani ukuphupha isitimela sihamba emzileni waso.
Abanye baphupha bephakathi begibele isitimela. Kumele ubheke isimo sephupho lakho ukuthi iphupho lakho lijabule yini, Isitimela singasho ibhokisi lomgcwabo, uma kade wagcina ukugoduka leliphupho lisho ukuthi goduka uye ekhaya, umzila yindlela eya ekhaya. Ngokwedlozi lesitimela nguwe okumele uhambe ngomzila wedlozi uyothwasa. iphupho elifana naleli likhuluma ngomoya wedlozi. Ukuphupha istimela siphuma kujantshi kungachaza ukuthi uzobhedelwa yizinto uma uqhubeka ngendlela ongahamba ngayo noma isexwayiso sedlozi sokuthi sengathi usuyaphuma endleleni yakho ebeyiqondile.

ukuphupha isibhamu

Ukuphupha ngesibhamu udubula noma kunguwe odutshulwa ngesibhamu noma ukuphupha isibhamu
NGiSACELA UKUBUZA Uma uPHUPHE UDUTSHULWA ngabe KUCHAZANi? Kungenzeka uphuphe kunguwe odubulayo kulapho kusho ukuthi kunento ekucasulile, okumele uyikhiphele ngaphandle uxole noma ukhulume nalomuntu okucasulile, unolaka ngaphakathi okumele ulibhodle. Ukuphupha udutshulwa kona kuyinto embi, ukhumbule isibhamu siyinto eyingozi ewumkhokha, isibhamu akumele sibheke ngakuwe empilweni yakho, uma uke wakhonjwa ngesibhamu udinga ukubona isangoma, umthandazi noma inyanga. Ukuphupha udutshulwa kuchaza ukuthi kukhona umuthi obhekiswe kuwena, ngamanye amazwi uyathakathwa noma kukhona ogadla kuwena ngomuthi. Uma lomuntu okudubulayo ekugeja, kuchaza ukuthi kukhona umuntu ozama ukukushaya ngesilwane noma ogadla ngomuthi kodwa uyashweba ngenxa yokuthi uqinile. Maningi amaphupho ahambisana nokudutshulwa amanye kubalwa lawa:
ukuphupha udutshulwa kodwa ungaphumi igazi
ukuphupha udutshulwa emhlane
ukuphupha udutshulwa kodwa ungashoni
ukuphupha udutshulwa kodwa inhlamvu ingangeni
ukuphupha udutshulwa ngabantu noma ngamaphoyisa noma ngamasosha

ukuphupha isikole

Ukuphupha isikole,ukuphupha ngesikole noma uphuphe uwumfundi esikoleni samabanga aphansi (primary school) noma isikolo samabanga aphakeme (high school)
ukuphupha iskole kusho ukuthwasa noma kusho ukuthi kumele uqhubeke nokufunda empilweni yakho ukuze uphumelele. ukuphupha uqgoke ibhayi or school uniform kunomoya wedlozi phakathi noma isithunywa, uzoba wumthandazi , ukuleke futhi ubenolwazi lokwelapha ngemithi. Ukuphupha usesikoleni uthola ireport, ama results amahle, ujabule lokho kukhombisa ukuthi idlozi lakho lijabule ngawe. Amamanye amaphupho ahambisana nesikole yilawa
ukuphupha usesikoleni ubhala isivivinyo (i exam)
ukuphupha uthisha owayekufundisa
Uma uphupha uthisha? Uma uphupha unguthisha kuchaza ukuthuthuka empilweni okuzayo.

Ukuphupha uqgoke iwashi
Lokho kungasho ukuthi kukhona usiko okumele wenzelwe lona, ukuze ufake isiphandla. Zama ukuvakashela isangoma nabathandazi ababonayo uthole ukuthi yini odinga ukwenzelwa yona.

Ukuphupha ugwazwa
ukuphupha ugcwazwa kubika into embi, ngicela ufunde kwiphupho lesibhamu, ukugwazwa nokudutshulwa kuyinto ehambisanayo ngokwephupho. konke kubika okubi. Iphupho lokuthi uphuphe uhujwa ngommese limbi.

Ukuphupha ukhala ngabe kuchazani? ukhala UDE UBENESINGQALA noma ukhala uze ube nesibibitshwane
Uyaphupha ukhala uma uvika umoya omubi osendlini, okungenzeka endlini kunesipoki, noma umoya ongasile okuhaqayo. Ukuphupha ukhala futhi kuychaza ukuthi uzolungelwa yizinto.

Ukuphupha wenza ucansi ngabe khona kuchazani
Ngokujwayelekile uma kade wagcina ukwenza inkonzo yasekamelweni uyaye uyiphuphe uma usuyikhumbule. Lokho kuchaza ukuphupha okujwayelekile. Okunye ukuphupha wenza icantsi kusho ukulalwa isilwane. Abaphupha benza ucansi bathi kumnandi kakhulu ngaphezu kocansi lwangempela, uqaphele, ukuphupha ulalwa isilwane kuyasenza isichitho kumuntu othandana naye, agcine engasakuthokozeli ukuya nawe ocansi. Ungizwe kahle: ukuphupha wenza ucansi akusho ukuthi unesilwane ngasosonke isikhathi, kuyenzeka uphuphe wenza ucansi bese uthola umsebenzi noma uthole imali noma wenyuselwe esikhundleni. Ngamanye amazwi ukuphupha ucansi kuyasho inhlanhla ezayo eseduze. Uma ungumuntu wesifazane kungenzeka uphuphe ulele nobaba wakho noma nomkhulu wakho noma nomuntu wakini. uma uyindoda kungenzeka uphuphe ulele nomfazi wakho, noma uphuphe ulele nomama wakho noma nomkhulu wakho. Ngesinyeke isikhathi uyaphupha ulele nomuntu ongamazi ongakaze umbone omuhle. Ukhumbule ukushawa izibulo komuntu wesilisa kuyi sign yokuthi usungena ebudodeni sonke sina 12 years singabafana saphupha senza ucansi.

Ukuphupha undiza noma ukuphupha ubhabha uphapha phezulu emoyeni
ukuphupha undiza kuhlukene kungenzeka uphuphe undiza kungonakele lutho, lokho kuhle impela. Akunankinga. kusho ukuthi unamandla amakhulu ongawanakile ekumele uwasebenzise , lapha sikhuluma ngamandla emfihlakalo. Ukuphupha undiza kuchaza amandla ophathiswe wona. Isikhathi esiningi abantu baphupha bendiza ngoba bebaleka, uthola ukuthi uphupha undiza ubalekela izinja, noma ubalekela abantu abafuna ukukubamba noma ubalekela abantu abafuna ukukushaya. Kuyenzeka futhi uphuphe wesukelwa izilwane ezifana nezinja, izinkomo, kanye nezinye izinhlobo zezilwane. Uke uzithole undiza weqa amawa konke lokhu kukhombisa amandla onawo okunqoba empilweni. Uma unezinkinga zempilo zama ukubhekana nazo izinkinga ungazibalekeli.

ukuphupha ulwandle, usolwandle emfuleni noma emanzini
Ulwandle luhle lunamandla, luyahlanza (clean), ingakho izangoma nabathandazi beya olwandle bayogeza, uyakwazi futhi ukuya olwandle uyokwenza isicelo sakho. Amanzi olwandle akha iziwasho, futhi akha nomuthi. Mahle amanzi olwandle ukuwabeka endlini yakho kuxosha amaphupho amabi. Ngabe ke kusho ukuthini ukuphupha ulwandle? Uma uphuphe ulwandle, vuka ngalolosuku uye olwandle namakhandlela akho amhlophe, uwalayithe ucele lesicelo okade wawufuna sifezeke. Ngokunjalo nokuphupha umfula. ukuphupha uhamba phezu kwamanzi noma uhamba phezu kolwandle, leliphupho likukhombisa ukuthi unamandla angakanani.

ukuphupha uthandaza noma ukuphupha unamandla athile ahambisana nomthandazo
Ukuphupha uthandaza kusho ukuthi unamandla okuthandaza, kuyenzeka uphuphe ulandelwa izilwane ezifaka notikoloshe noma izipoki uthi ungathandaza ephusheni zibaleke lezozinto, lokho kukhomba amandla onawo nesiphiwo onaso, lokho kusho ukuthi unesithunywa noma amandla akho asemkhulekweni.

Praying on dreams This symbolises that you have power in praying, sometimes it happens that you dream falling into trouble then when you pray the troubles go away, this shows that you have a gift in praying. This dream might also means that you are helpless, you need a prayer in your life to sort things.

Amaphupho akhomba isichitho
Lamaphupho alandelayo akhomba ukuthi kunabantu abakufaka isichitho. Ukuphupha amakaka, izimpethu, ixoxo noma iselesele, uphuphe uhanjwa yizilwane.

Ukuphupha olunye uhlanga
Ukuphupha umlungu umfazi womlungu abelungu abaningi noma ukuphupha indiya. Ukuphupha umlungu kuyahluka, kade ngenza ucwaningo ngibuza abantu abaningi abazi ngamaphupho, abanye bathi ukuphupha umlungu yinhlanhla abanye bathi ukuphupha umlungu yibhadi. Abanye bathi ukuphupha umlungu kukhomba isilwane. Ngokubona kwami kuncike ekutheni umlungu osephusheni lakho ukwenzani noma wenzani. uma ekuncoma noma ekujabulela izinto zakho zizohamba kahle, uma uxabana nomlungu wakho ephusheni kusho ukuthi izinto zakho azizohamba kahle. Uma uphuphe umlungu ekushaya noma ekukwebha isilwane leso kumele uyosikhipha.
nanka amanye amaphupho ahambisana nomlungu
Ukuphupha umlungu onqunu noma uhamba naye phela umlungu
Ukuphupha isalukazi noma ikhehla lomlungu
Ukuphupha uqabulana nomlungu noma wenza ucansi nomlungu

Ukuphupha umuntu odakiwe noma edakiwe
Lokho kuchaza ukuthi usazoba nobunzima lowomuntu empilweni yakhe, izinto angeke zimlungele.

Izimpendulo zabantu ezisuka ku facebook zamaphupho
Winnie Mahlangu Nofanezile
Ukuphupha imoto kuya ngokuthi iyahamba noma imile 1 ehambayo izinto zakho zihamba kahle kune mpumelelo ezayo epilweni yakho.. amanye amaphuphu emoto, ukuphupha ushayela imoto, uhamba nge bus, ukuphupha imoto emhlophe.
Imoto emile izinto zakho azihambi kahle zimile
Ukuphupha ukhala yinhlanhla yinjabulo ezayo
Ukuphupha I kati yisichitho sengozi yemoto
Ukuphupha ucansi ulala nesilwane
Ukuphupha udutshulwa kunabantu abaku gadla ngemithi
Ukuphupha amasimba, amakaka, uthuvi kuchaza sichitho
Imoto egijimayo, ebalekayo ngesivinini isho ulaka lwabaphansi
uma kungewena oshayela imoto, kusho ukuthi kukhona abakugadlayo ngemithi

Ukukuphupha inyoka noma izinyoka ngesinye isikhathi iphupho liyacacisa uhlobo lwenyoka okungaba yinyoka eyimamba eluhlaza noma emnyama noma uphuphe inyoka eyinkanyama

Ukuphuphuma umuntu ongasekho osewashona noma umngcwabo wakhe, okungaba wubaba wakho osashona, umama wakho osashona, ngugogo wakho osashona noma ongasekho, noma ukuphupha umuntu omaziyo ongasekhoyo kodwa umphupha esaphila
Ukuphupha umuntu osewashona, ediniwe, noma enza izinto eziphambene kusho ukuthi udinga ukwenzelwa izinto zosiko Uma uphupha umuntu ongasekhoyo engenankinga ezihlekela ephatheke kahle, kusho khona ukuthi ujabule lapho ekhona kakukho akhala ngakho okuyisiko. Uma sithi umuntu ushonile sisuke sihloniphisa ukuthi ufile, umuntu uyashona, inkosi ikhothame.


ukuphupha umuntu ongasathandani naye, ukuphupha i x ex yakho, ukuba nephupho lomuntu osewahlukana naye
Ukuphupha umntu osewahlukana naye? Kusho ukuthi lowomuntu usuke ekugadla ngemithi, noma usuke ekucabanga ukuthi ubuyelane naye. Kulevideo engezansi sichazile iphupho lapho uphupha owawuthandana naye noma osewahlukana naye , okungenzeka kube indoda or owesifazane or intombi owajola nayo.
Ukuphupha i-x yakho video

Amaphupho enxabano, ukulwa ulwa, ushayana nabantu, ushawa
ukuphupha uxabana nabantu abaningi, noma uxabana nomama wakho, noma uxabana nomndeni wakho. ungezwani nobaba wakho, noma uphupha ubethana notata wakho. uxoshwa kini.
Inkalankala
kuchazani ukuphupha inkalankala emnyama endlini yasolwandle? Kunenkolelo yokuthi inkalankala ichaza ukuthi kukhona omithi/okhulelwe. Inkalankala in english means crab, isilwane esincane esihamba ngokukekela. Inkalankala ihamba ikekele ngenxa yokuthi inesifuba esithambile, umzimba wonke wayo uqinile. Inkalankala in the house isho ukuthi kukhona okhulelwe. Abanye bathi inkalankala isho isichitho.

ukuphupha uphuzile utshwala udakiwe uyisidakwa noma ukuphupha uhlanya ngekhanda, uhanjelwa yinqondo noma ushawa wuhlanya
Noma ngabe uphupha ujahwa, uhujwa wuhlanya. Ukuphupha uhlanya yinhlanhla. Ukuphupha uhlanya luluhle, lungakuqali kusho ukuthi uvakashelwe yidlozi, kodwa uma uphupha uhlanya lukushaya lukusukela luthukuthela, lokho kusho ubunzima noma isichitho ozobhekana naso.

ukuphupha okumayelana nengane
ukuphupha ukhulelwe, umithi, ukuphupha uzala, ukuphupha kuphuphuma isisu. ukuphupha ingane encane Lokhu kusho inhlanhla ezayo, kuhle okuzokwenzeka kuwena, idlozi lakho lihamba nawe. Uma uphupha usana olugulayo noma ingane engaphilile egulayo, kuchaza ukuthi inhlanhla yakho ayimile kahle, izinto ziyabheda. Ukuphupha uzala amawele kusho inhlanhla enkulu leyo ephindeke kaningi, bese kuthi ukuphupha uzala ingane uyiphethe yomfana noma yentombazane - wonke amaphupho anengane phakathi achaza okuhle. Uma ingane ephusheni lakho iright ijabulile kusho ukuthi konke kuhamba kahle noma kusazohamba kahle empilweni yakho.
I-video lena engenhla ifundisa ngokuphupha unengane encane.

kusho ukuthini ukuphupha izimpethu
ukuphupha izimpethu kusho isichitho, vuka uphalaze ngomchamo wakho uma uphuthe izimpethu

ukuphupha uphalaza noma ubuyisa noma uphalaza igazi noma uhlanza
kumayelana nedliso, kumele uvuke uphalaze noma kungachaza ukuthi bewunedliso kodwa manje seliyaphela egazini. Uma uphuphe uphalaza kuhle uvuke uphalaze ngomuthi wokuthi idliso. kuyafana noma uphupha udla kumele uvuke uphalaze, ukuphupha udla kuhambisana nedliso, kungenzeka unedliso noma uyadliswa, maningi amadliso kukhona nedliso lomoya, kungenzeka uma uphupha ukuthi bakufaka idliso ngalesosikhathi. amaphupho ahambisana naleli, ukuphupha udla inyama, kanye udla amafruit, ukuphupha udla umbila, ukuphupha udla ukudla

Read more about dreams

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Scammer Alert!! Kunama scams aqola abantu, athi azobuyisa umuntu, akwenzele umuthi on your behalf, bese ukhokhile akunike ama articles ami. Angisebenzisani nabo Thokoza gogo, Ayikho inyanga ekwazi ukukhafulela omunye umuntu. Imithi idinga wena mnikazi ukuthi uzenzele. Ayikho inyanga ebuyisa umuntu ngesithombe. Before ufakele imali umuntu mbuze ukuthi uzokuposela yini imithi? uma engakuposeli vula icala. Ungamfakeli imali umuntu othi uzokwenzela umuthi. Always ask for a person's bank account and click verify sender ukuze uthole ama details ebank owner.
Comments
Dumsile nyaba 2020-08-10 07:50:33
Ukuphupha uthola Imali emhlophe
Tshidi Mthombeni 2020-08-10 23:21:13
Kuchazani ukuphupha uluju lwezinyosi
Namhla maselana 2020-08-11 04:35:28
Isikhathi esiningi ndiphupha ndisemanzini
Namhla maselana 2020-08-11 20:13:59
Ukuphupha imali eninzi engamaphepha
Ntombizodwa 2020-08-12 12:18:02
Ukuphupha ushiywa umuntu othandana naye
Anika oberoi 2020-08-12 12:53:02
Kuchazani ukuphupha kubhubha umhlaba
Xolisa Mpandeni 2020-08-12 16:19:06
Kuchazani ukuphupha umntu engcwatywa
Nonhlanhla Ndhlozi 2020-08-12 16:59:18
Kuchazani ukuphupha umuntu wakini oshonile evuka ebhokisini elele celen kwebhokisi
Angel nene 2020-08-13 05:31:02
Ukuphupha umuntu osewashona ethi yena sekazohamba kunogogo osemugubhele umgodi
Phindile lebede 2020-08-13 11:25:58
Ukuphupha shaya nyoka mnyam chazan wishaye size ife
Phindile lebede 2020-08-13 11:26:46
Ukuphupha shaya nyoka mnyam chazan wishaye size ife
Phindile lebede 2020-08-13 11:28:41
Ukuphupha shaya nyoka mnyam chazan wishaye size ife
Mbali Mthembu 2020-08-13 16:06:00
Ngicela ukudlulisa ukubonga amanye amaphupho ahlezi enghlupha acacile kodwa angaz ngingasilungisa kanjani isimo sam
Zinhle zikhali 2020-08-14 04:46:16
Hi. Ngiphuphe ngingaphandle kwendlu ebusuku ngathi uma ngibuyela endlini ngathola sekunezigebengu angazi kodwa bezizofunani. Ngivele ngenza sengathi angiziboni ngazifunisa into engekho maqede ngathatha iblanket ngaphuma ngabaleka ngaze ngayongena komunye umuzi engithole khona ugogo omdala ngacela usizo nokuthe esangichazela ukuthi labantu nje ngoba ekhuluma nami nje sebephumile endlini bafunana nami sebefuna ukungibulala nangempela akabange esaligwinya lelo bavela emgwaqeni kodwa abangibonanga n
Zinhle zikhali 2020-08-14 15:46:58
Hi. Ngiphuphe ngingaphandle kwendlu ebusuku ngathi uma ngibuyela endlini ngathola sekunezigebengu angazi kodwa bezizofunani. Ngivele ngenza sengathi angiziboni ngazifunisa into engekho maqede ngathatha iblanket ngaphuma ngabaleka ngaze ngayongena komunye umuzi engithole khona ugogo omdala ngacela usizo nokuthe esangichazela ukuthi labantu nje ngoba ekhuluma nami nje sebephumile endlini bafunana nami sebefuna ukungibulala nangempela akabange esaligwinya lelo bavela emgwaqeni kodwa abangibonanga n
Thando Shabalala 2020-08-14 16:32:53
Kuchazani ukuphupha umuntu othandana naye edakiwe futhi engakwazi ukukhuluma
Nozi Mabaso 2020-08-14 18:04:35
Kuchazani ukuphupha inja zingena endlini
Mchunu 2020-08-16 11:03:30
Ukuphupha bekwenzela ucansi Uma beluqenda bekunike lona
Mathemba Rubushe 2020-08-16 11:33:56
Umzala wam undiphuphe ndibizwa ngumama oligqirhakazi ndathi mna andifuni, kwenzeke njalo intsuku zimbini ziyalandelelana
Sandile Mlotshwa 2020-08-16 13:14:53
Ngibingelele Bengisacela ukubuza ukuthi engabe kuchaza ini ukuphupha uqabula intombi yomlungu enhle / noma ukuphupha ushada no mlungu?
Monica mningiswa 2020-08-17 07:04:41
Cela buza xauphupha uxhayiswe gun kuchazani
Xoliswa MKHIZE 2020-08-18 18:30:07
Uma uphupha izibi noma uphupha kuno mcimbi nipheka nje
Mbatha bv 2020-08-19 04:40:52
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini..ukuphupha umama wakho exabana nomakoti wakho...aphinde exabane nawe...
Nomonde 2020-08-19 08:36:42
Ndicela ukubuza xa uphupha ingubo ezintsha zokulala xa usathi uyazivuyela Kuba ubona zona xa uqala uthi uyayibamba uthi gqi umlilo mawuthi uzama ukuwucima kuyotsha naleyesibini soyakhala ucela amancedo
Nkosi nomcebo 2020-08-20 08:38:53
Ngiphuphe usisi wami osashona ngathi Siya etown sahlangan nothisha engisebenz naye wangipha R50 wathi asitheng udrink emvakwalokho ngazibona sesisekhay waqhamuk futhi lothisha ehamba ngetax egcwel izingane zehla zangibuk emehlwen usisi wathi ziphakel angithi uhlezi uziohakel nginokuphakel izingane zomakhelwan bami ngiziphuza idoko ngiziphe nokudla
Nhlanhla ndlela 2020-08-20 21:04:12
Thokoza unkoskaz wam uphuphe besethuneni likababa wakhe nomama wakhe beyomcelela ukuba useyahamba uyogana as December sizobe siqedela amalobolo kwenziwe nomcimbi bt uthi uthe umama wakhe mayeqeda ukubika konke kubaba wakhe ethuneni wase ehamba kwasala yena kusenjalo kwavela ubaba wakhe wathi masuphelile umcimbi wamalobolo abobuya eze kuye nabantwana nebala uthi umcimbi wakhe wenziwe ephushen wahamba kahle wase ecela Kim ukubyela kubo cz ubaba wakhe uyamdinga mina ngavuma nebala wahamba nabantwan
Sabelo 2020-08-23 07:05:52
Ngiphuphe sise dolobheni umuntu wam wavele waba sesikhathini igazi lagcwala phansi walisula futh
Nozipho mdaweni 2020-08-24 10:30:08
Ukuphupha ukhuphuka intaba
Sanele Majola 2020-08-24 19:08:23
Ukuphupha ugijimiswe amabhubesi amhlompe
Elizabeth Mdaki 2020-08-25 15:07:33
Ngiphuphe ixoxo nenyoka kungibhoda bhoda kungakhoni ukufika Kimi nami ngihleliphansi ngihluleka ukusukuma kukhuna omunye umama wakamakhelwane akangisizi mangisukuma ngigijime ngibaleka lichazani
luleka mgunyasi 2020-08-26 00:17:52
ndipupe ndidliwa zizinja izolo ndipupe kusitsha ethafeni ngat usondela nasekhaya lomlilo but wadlula engashisanga
luleka mgunyasi 2020-08-26 00:17:53
ndipupe ndidliwa zizinja izolo ndipupe kusitsha ethafeni ngat usondela nasekhaya lomlilo but wadlula engashisanga
Thandeka Ndebele 2020-08-26 06:26:44
Ukuphupha amanzi egcwele endlini kuchazani,a clean kodwa?
Noxolo Mathaba 2020-08-26 21:19:26
Kushoni ukuphupha ubulala amaplanti amhlophe
Noxolo Mathaba 2020-08-26 21:19:38
Kushoni ukuphupha ubulala amaplanti amhlophe
Sakhiwo mgigwana 2020-08-27 07:10:55
Viva thandazi
Nontokozo Dladla 2020-08-27 12:43:38
Ngiphupha ngihamba nogogo wami ongasekho obeyisangoma siyankwenye indlu nayo kuhlala omunye umama naye oyisangoma masifika lapho kukhona izangoma ugogo wami wagidukela azange ngisamubona ngangigugqile ngiphansi ngivusela ngikhala kodwa ivoice ibingaphumi
Nontokozo Dladla 2020-08-27 12:44:30
Ngiphupha ngihamba nogogo wami ongasekho obeyisangoma siyankwenye indlu nayo kuhlala omunye umama naye oyisangoma masifika lapho kukhona izangoma ugogo wami wagidukela azange ngisamubona ngangigugqile ngiphansi ngivusela ngikhala kodwa ivoice ibingaphumi
Lungile maseko 2020-08-27 18:59:49
Kusho ukuthini ukuphupha amagundwane emva kwalokho uphuphe ulele nendoda
andile swaartbooi 2020-08-28 12:59:16
Xa uphupha ucinezelwa kutsho ukuthini
andile swaartbooi 2020-08-28 12:59:53
Xa uphupha ucinezelwa kutsho ukuthini
Nomzamo Tsotetsi 2020-08-28 18:43:58
Xa phupha sikha amanzi mfuleni gcwalise amabhakethe nomphanda ne bhafu uthi x phinda siya fike manzi negwebu kukho abantwana bahlambayo litsho kuthini k
Bongekaa Mngunie 2020-08-28 20:19:24
Kuchaza ukuthini ukuphupha uxabana nodadewabo wesoka lakho use uthathe izikhwama uhambe ukhala,kuthi kusenjalo ubone isoka lakho lishela lize liyilandele intombazane eliyishelayo ngemoto
Meidjie Phiri kaMase 2020-08-29 07:28:13
Bengcela ukubuza ngiphumelele umama ongizalayo athwele izinkuni kodwa mina nghlangana naye eMall egeythini uyangena uthwele mina ngyaphuma ngavele ngashaywa uvalo ngavuka
Sindi ndlovu 2020-08-29 07:38:59
Ukuphupha ukhulelwr
Suziyeza mapempeni 2020-08-31 08:49:09
Hi...ngiphuphe ndikwele imoto ibhaki sikwele ngemva kushayela igxego,sikhwele ngemva thina n ibibaleka kuyellow line,sayohlika elalini bt not ekhaya,ndithe xandisehla mna ndabona umntana ndamthatha ndehla naye,ngk ndehlikayo mna ngathi ndinyathela phezu kwe crate leBhiya n ngathi kukho nentambo yombane endiphephayo ngathi izondiChowka bt khange ndiwe nomntana nentambo khange indiChowke
Mthabiseni Makapela 2020-09-01 10:58:12
Hi bendicela ubuza xa uphupha ukhwele ibus nomntu owaswelekayo like Cousin wakho, naxa uphupha umntu esebenza engati ufaka I tiles kube kugcwele udaka kulendawo asebenza kuyo. Ndicela ubuza naxa usoneka impahla kuthetha uthini?
Nonjabulo ndlovu 2020-09-01 11:27:02
Ukuphupha ikhalbhoti lamatamatisi endlini kanye namasi ngize ngawaphuza amasi amnye ngamarinatte ngawo inyama kusho kuthini Nokujahwa otikoloshe
Nonjabulo ndlovu 2020-09-01 11:27:22
Ukuphupha ikhalbhoti lamatamatisi endlini kanye namasi ngize ngawaphuza amasi amnye ngamarinatte ngawo inyama kusho kuthini Nokujahwa otikoloshe
Gugu sibiya 2020-09-01 14:22:34
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Gugu sibiya 2020-09-01 14:22:35
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Gugu sibiya 2020-09-01 14:23:51
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Bonginkosi Mbuthuma 2020-09-01 14:24:55
Please dr help about my financial crisis
Gugu sibiya 2020-09-01 14:25:15
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Gugu sibiya 2020-09-01 14:25:16
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Gugu sibiya 2020-09-01 14:25:21
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhujwa yizinja ezimnyama
Phumzile ndlovu 2020-09-01 16:24:40
Ngicela ukubuza kuchazani jkuphupha umuntu osewashona wafihlwa efihlwa futhi.nokuphupha uhleli emmbileni oziqwanga uhulula koda ungajabulile
Slindo le mthethwa 2020-09-02 00:23:11
Kuchazani ukphupha inhlwathi enombala omhlophe nomnyama kungath ifile ivulekike ngaphambili esiswini mina ngingena kuyo engath ingigonile Nd ngath iyavuka mangingena kuyo ngyimbatha
Jabulani Khumalo 2020-09-02 06:05:51
Ngiphuphe amabodo wesizulu
Thokozani Shamase 2020-09-02 10:32:37
Ngicela ukubuza ukuthi ngingasizakala kanjn uma njalo ngizibona ngiboshiwe ngisendaweni emnyama
Siphesihle Shange 2020-09-02 11:11:29
Hi, Uma uphuphe umuntu othandana naye enqunu ezungezwe amantombazane ama ningi mawuthi uya ngena kuleyo room avele acashe kusho ukuthini ?
Fefe gxididi 2020-09-02 16:00:09
Uphupa uchola imali eliphepha egoqiweyo chaza uthini
Swazi Magongo 2020-09-03 21:23:03
Ukuphupha ukuthenga ingubo emnyama
busani moyo 2020-09-04 04:08:11
Ngihlezi ngiphupha izinja or ngindiza emoyeni sonke iskhathi
busani moyo 2020-09-04 04:09:11
Ngihlezi ngiphupha izinja or ngindiza emoyeni sonke iskhathi
busani moyo 2020-09-04 04:12:46
Ngihlezi ngiphupha izinja or ngindiza emoyeni sonke iskhathi
sanelisiwe madlala 2020-09-04 11:40:16
Kusuke kwenze njani uma uphupha udla uPop corn
Mfundo Zuma 2020-09-04 13:38:19
Ngivuke namhlanje Kade ngise Manzi ahambayo anamagagasi Kanti izolo ngiphuphe umuntu wase Khaya osadlula emhlaben efuna ngingeze ngesiwasho kuthe kusanjalo kwabakhona owesimame wangithandazela ngazithola sengikhala. Last week bengiphupha ngidutshulwa amaphoyisa kwaphinde kwaba umuntu ongaziyo kodwa ...ngingadubuleki. Elinye bengisemanzin kukhona into endonsayo
Sivuyisiwe Pesi 2020-09-04 17:11:41
Mna ndinenkinga yophupha ndileqwa lulwandle olunamanzi amdaka bendicela ucaciselwa ngeliphupho
Sthembile Vilakazi 2020-09-05 07:14:30
Ngilokhu ngiphupha nje ekhaya kunomncwabo kababomkhulu wami esimncwabe two weeks back selingbuyele kaning leliphupho
dudu mtsweni 2020-09-05 10:29:28
Kuchazani ukuphupha umamncane osaphila obekade eshadile manje sebahlukene nobabomncane kodwa ephupheni bavela besashadile futhi banengane esandakuzwala.
dudu mtsweni 2020-09-05 10:37:19
Kuchazani ukuphupha umamncane osaphila obekade eshadile manje sebahlukene nobabomncane kodwa ephupheni bavela besashadile futhi banengane esandakuzwala. Babukeka bajabulile
Theo mhayise 2020-09-06 06:19:23
Hello ngicela kubuza if uphuphe udayisa kuchazani lokho noma uphuphe ukhokhothwa yinja ebunyameni ungayiboni bese uyajika
Nombuyiselo baloyi 2020-09-06 07:10:20
Kusho ukuthini ukuphupha ubala imali enintsi
Nombuyiselo baloyi 2020-09-06 07:11:06
Kusho ukuthini ukuphupha ubala imali enintsi
Phumla Magwebu 2020-09-06 08:22:21
Uma uohupha kufika amaphiyisa elethe incwadi ezikhomba ukuthi uwine case yakho awunacala bese ncwadi yesibili ithi nangu mniningwane ozowuthola ngoba cala seliphelile, vele nginayi case related to money
Yonke Tentu 2020-09-06 16:06:36
Cela ukubuza xa uphupha omnye umntu exhwitha inkukhu kodwa ngaphandle kwamanzi ashushu
Vuyolwethu Dywili 2020-09-07 14:43:19
Ndicela ukubuza xa uphupha ubala Imali eninzi kodwa enye Imali itshe ngoku usayibalayo.
Thamsanqa Windvogel 2020-09-07 19:25:18
Ukuphupha usilwa nenja
Nompilo Dlomo 2020-09-09 06:10:28
Ukuphupha ushona kwi drain (istamkoko) nengane ishona kodwa ngigcine sengiyikhiphile namisengiphumile kuchazani
linda mbala 2020-09-10 13:26:27
Camagu celukwaz ukupupa umntu ube ngamazi azichaze Abe esisiduko sakulomamako undinika amayeza mabini abe echela kulendlu atimandiwasebenzise thetha ukutinit
Nomile Hlongwane 2020-09-11 07:51:26
Ukuphupha umamazala alele nam embhedeni wami kuchazani
Nomile Hlongwane 2020-09-11 07:59:51
Ukuphupha umuntu wesilisa omaziyo eza kuwe agcokise kwesalukazi esihluphekile.afike aguce phambi kwakho uhleli phansi.akhulume ulimi uluhlukile.olungavakali.afune kuth uzwe bt lungazwakali kuthi uthini.asuke ahambe ahle abuka emuva kuth uzwile na
Nomonde Poni 2020-09-11 16:25:56
Ndicela buza Thokoza xa uphuphe umlilo ovuthayo kunye mlilo oqhumayo umsi omnyama
zuko Mabase 2020-09-11 19:22:24
Ndifuna imali ngku
Ncedisa 2020-09-12 09:49:19
Kuchazani ukuphupha kunemali kwi acc kodwa ungazi ukuthi ivela kuphi
Ncedisa 2020-09-12 09:49:35
Kuchazani ukuphupha kunemali kwi acc kodwa ungazi ukuthi ivela kuphi
Barbara 2020-09-12 17:08:21
Kuchazani uma uphupha ufakwa indandatho umuntu ozwana naye
Nontokozo Dladla 2020-09-12 18:36:30
Ngiphupha ngyacama ngezwa ngathi kukhona okulengayo ngaphansi ngezwa kuwa into ngabona kuvela umuntu omdala wayithatha lento wayibuka wathi Haw uphunyelwe isisu
Noluyanda zimba 2020-09-12 20:22:51
Ndiphupha ndihleli ne group yabantu ngokungathi ndiyabazi banxibe impahla emhlophe mna ndedwa ndinxibe nje impahla nd ayimhlophanga suke omnye umama athi yi anniversary yakhe nendoda yakhe so siyavumelana na ndithi mna masiqale size ne plans kona sizokwaz uba sivumela ngokwenziwa njani ngathi ndi organize ke I cake yonke lanto, jike ndizibone ndine caleni kwe chibi elimdaka ngathi yikaka kukho lomfana uncwilisa abantu apha athi xa ezondibamba ndimthuke andiyeke mara abe encide nyawo but not kakh
TSorhole 2020-09-12 21:08:50
Thokoza, ingathi ulwandle kunezilo , ubona ingonyama , indlovu , itiger , nerhino ziphuma emanzin ngamandla kodwa phaya qelele hayi emanzini , kuneqhude neempondo rzinkulu lime phantsi komthi . 2. Ukuphupha ngengwe emanzini athuleyo . Phezu kwemtaba ezantsi kunolwandle namanzi acwengileyo . 4. Ibhasi eesihamba ngayo iwela emanzini kunesilo esifikayo sisithathe sisiwelise. Sasizakala . Umkhulu wam isewadhona uyaphila ngibizwa ngubhuti , uthi nkosazana uMkhulu ufuna ukubona wena , ngempela ngingen
Nontembeko Cwecwe 2020-09-12 22:44:20
Ndiyabulisa ndicela ukubuza ukuphupha nithandaza nikwifasting non fundisi ongasekho kuthndazelwa ubenonkosikazi besekum kuthiwe mandihambe ndiyoshumayela kodwa ndihambe ngephephela ihambe indithathe bese indishiya endaweni apho ndizogibela itaxi eyalandiyoshumayela khona lichazani elophupho
Mabaso Anotha 2020-09-13 07:33:53
Ngicel ukubuz kuchaz ukutyn ukuphuph unensila entanyeni kungaty isiz iyakhekhebuk?,nokuphushwa ugqoke ingub emhlophe igcwele igazi?
Phindiwe Magaga 2020-09-13 08:18:37
Kukuthini ukuphupha iinyosi ezininzi
Phindiwe Magaga 2020-09-13 08:18:58
Kukuthini ukuphupha iinyosi ezininzi
Vuyo Mali 2020-09-16 16:11:43
Ukuphupha unxiba impahla zikamakoti lithetha ukuthini
Sizakele shabangu 2020-09-17 18:28:22
Qela ukubuza kuqazani ukuphuma ukaka
Bongeka cele 2020-09-17 20:13:38
Cela ukubuza kuchaza uthini ukuphupha aqhanda ashwe indlu
Zanyiwe Baneti 2020-09-19 07:13:54
Ukuphupga kukho umsebenzi bonke abasekhaya bekhona kutyiwa kumnandi kukho nomnye ubrother ka Tata wam ongasekhoyo
Simon Nkosi 2020-09-19 18:12:36
Ukuphupha umuntu ethetha Abe sephenduka ufudu ahambe reverse lifihla inhloko
Zama mtshali 2020-09-19 21:11:54
Kusho ukuthini ukuphupha ugwaza ishlahla esithupheni sesandla sengivuza igazi liphophoma igazi
GUGULETHU MTHETHWA 2020-09-20 14:25:29
Kuchazani ukuphupha ubuntu owawuzwana Nate ebuyile empilweni yakho futhi ethembisa ukulungisa izinto
Nandipha Magqawana 2020-09-21 21:00:53
Kuchazani ukuphupha kufika iEx boyfriend ekhakithi ifike ixabane nami nobhuti wami ize isijahe ifuna ukusishaya. Ngithe ngyabona usengaphakathi endlin ukhumulile ngenhla ageze meqeda axubhe amazinyo. Bese sixoxa kahle sokhuluma ngengane ethi kmele ngihambise Kubo bayenzele umsebenzi.
Nospho Ndlovu 2020-09-22 13:54:49
Ngicela ukubuza uma uphupha izinkoma mina ngiphuphe ngizocelwa kufike izinkomo ezibhovu zuwu10
Jabulani nhleko 2020-09-23 05:07:52
Ukuphupha izinja zikujabulela nezinkomo
Mavis Ngcobo 2020-09-23 08:56:07
Kuchazani ukuphupha wendlala Umbhede uwendlale kahle ngecover enkulu enombala ogqamile ubumuhle Kakhulu sewundliwe
Mavis Ngcobo 2020-09-23 08:58:31
Kuchazani Ukuphupha wendlala Umbhede uwendlale kahle ngecover enhle enombala egqamile
Isaac mabuza 2020-09-23 22:56:08
Uma umuntu ephupha udla ukudla kwangaphakathi
Phumzile Khanyile 2020-09-25 09:23:50
Ngiphaphame ngiphende nglale ngiphuphe engath ufohl sesbhedlela manje sombona nonana angaz unana enzen kodwa into ewrong nje ngifun kumshaya ke manje unana kub engath ngyaphum nhaphakath engath engath zolala Khon ngaphandle kunabafan bevedan befun kungphuca i4n lapho abanyu baya bukela nje ngilwe ke nginqabe ne4n yam kodwamanje ngilwa nje angnamandla aybo angyaz mna lento....kuth ksenjalo kube sengath sengsendlin yakwa round sihlel nje singamantombazan kukhona ugogo futh but angaz kuth imuph log
Howard Hillary 2020-09-27 08:31:40
Kutshoni ukuphupha usesikolo primary school udlala ibhola ungu goal keeper
Pinki mavimbela 2020-09-27 13:45:10
Ngicela ukubuza uma uphupha inyoka enkulu eblack white ihamba phuzu kwendu ihlike ngaphanle mangithi ngiyayilandela kuphume intombazana igcoke ivest emhlophe iphethe induku ithi ingibize ithi ngizokutshela ukuthi uqaphele kunomuthi LA makaceda abuyele kulenyoka banyamalale ngaphaphama
Pumla juzayo 2020-09-27 13:57:01
Ndyabulela ngenkcazelo yamaphupha..xesha elininzi izinto endizphuphayo ziyenzeka and ezinye zyothusa..ndicela ubuza xa uphupha umntu wakhe wathandana naye emane ukvela ephupheni but angathethi uqumbile kuchaza ukuthini oko?
Hazel ndlovu 2020-09-28 19:24:36
Mina ngiphuphe ngicosha imali eyiphepha u 200 ngabe kuchazan
Nomlindo sontundu 2020-09-30 09:39:54
Kutsho ukuthini Xa uphupha enemy yakho isinda ngobulongwe benkomo iyawinda endlini ekhaya kubo
Ncumisa Tsengiwe 2020-10-02 06:34:39
Ndiphupha nditshelwa yhindluuu ndifika sele ingumthuthu namadonga seyingumsi qhaa obonakalayo
Ncumisa Tsengiwe 2020-10-02 06:35:07
Ndiphupha nditshelwa yhindluuu ndifika sele ingumthuthu namadonga seyingumsi qhaa obonakalayo
Ncumisa Tsengiwe 2020-10-02 06:35:14
Ndiphupha nditshelwa yhindluuu ndifika sele ingumthuthu namadonga seyingumsi qhaa obonakalayo
Thobani gatsheni 2020-10-02 14:09:33
Ngabe kuchazani ukuphupha ulwa kepha unqoba
Mosia bongiwe 2020-10-04 06:15:34
Ukuphupha abantu badubulana phambi kwakho omunye afe khona lapho ophilayo akulekelele akukhaphe la uyakhona kusho ukuthini
Ntombenhle 2020-10-05 20:16:25
Ukuphupha umuntu ozwana naye edla Kini kukhona noma wakho osewashona kuchaza ini
Phiwe Phakathi 2020-10-06 11:41:51
Ukuphupha umhlambi wezinkomo eziningi ezibomvu kuchazani zivalelwe emsimini
Thandeka Msibi 2020-10-09 07:29:19
Ukuphupha umuntu made uthandana naye,,, ngimphupha nsukuzonke
Nomsa 2020-10-09 09:17:44
Ukuphupha uthola msebenzi omusha india likutshengisa ama interview questions
Nomfundo Magwaza 2020-10-12 05:01:08
Ukuphupha umuntu eshonile nokuphupha inkosi king kuchazani
Nomfundo Magwaza 2020-10-12 05:01:27
Ukuphupha umuntu eshonile nokuphupha inkosi king kuchazani
Suzen Mashinini 2020-10-12 07:43:44
Ngihlala ngiohuoha ama coloured angena emanzini ahlobile kushoni
Phumzile Sikosana 2020-10-12 21:58:41
1. Nginokuphupha ngilwa nalo muntu othandana no baba wezingane zami mara ngiyamuhlula ngamandla. 2. U baba wezingane zami uthi wangphupha ngikhulelwe kuchazani lokho
Qhawekazi Langa 2020-10-13 02:23:44
Ngicela kubuza kuchazani ukuphupha ukha amagwava?
Nothabo ngwenya 2020-10-13 23:41:04
Ngiphuphe kunomama kunomama othele ingane yami ena5 months ngamanzi ashisayo kodwa yanganyakazi ngisho nokukhala nje lokhu inga kuchazani sizani bantu
Lungy cele 2020-10-15 15:19:29
Kusho ukuthini ukuphupha abantu bakin asebeshonile bekushaya
Lethu dlamini 2020-10-19 08:05:22
Kuchazani ukuphupha isoka licale umndeni omusha ejabulule
Mfundo Nothando Gume 2020-10-20 04:25:52
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu osebenza naye ekusendela ivido yakhe nomfazi wakhe benza ucansi bese nigibela imoto yakhe wena uphethe ingane yakhe encane ilokhu ikudlalisa?
Mxolisi moyo 2020-10-20 17:52:01
Kusho uthini ukuphupha ngihleli lobaba sewashona kodwa kazange akhulume nami then kuvuka kunamhlanje ngaphupha ngihleli loma Lonkosikasi wami then sithe sisahleli kwaqhamuka omunye untombazana but angimazi wagaxa unkosikazi wami itambo ebomvu etanyeni kankosikazi wayikhupha ngolaka ngayithatha ngafaka phansi emyango ngayithela ispirit ngayilayitha yasha then umlotha wakhona ngawuthatha ngawufaka ekomishini ngathela amanzi ngaguqa Naye unkosikazi kungani sicela emandlozini ukuthi konke lokhu oku
Philisiwe Habebe 2020-10-20 22:33:10
Ukuphupha unqunu ungagqokanga lutho kusho ukuthini
Noluthando Zuma 2020-10-22 02:42:44
Ngiphuphe umuntu engahlukana naye engaboni emehlweni edinga usizo. Cela ningisize🙏
Noluthando Zuma 2020-10-22 02:43:04
Ngiphuphe umuntu engahlukana naye engaboni emehlweni edinga usizo. Cela ningisize🙏
Bongiwe Mhlongo 2020-10-27 18:03:42
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha utshalala izithombo ezisencane
Gcinile Jobe 2020-10-30 07:38:50
Kuchaza kthini kuphupha muntu wakho ngathi mithisile and uthi akathandani nentombi uma ngiyibuza boom muntu engimazi ngiqale ngihleke bese ethi uCc sisesincane kodwa khona umithi and nami ngingasiboni kusuke lapho kube ngathi singena endawen ewuMhosha inesihlabathi namanzi aClean kukhona ngane yam nemoto kaMlisa naye nami nentombi kube ngathi uyangiUnderstandisa kuthi umithisile angiqabule angikhothe bese kusuka lapho kube ngathi imoto yakhe iyaphuma kulesi sihosha bese ethi angyigibelele imoto
Keneiwe Kubheka 2020-11-03 14:53:43
Kusho ukuthini ukuphupha unengane encane yomfana?
Senzeni 2020-11-09 13:06:23
Kusho ukuthini ukuphupha ufaka udaka olumanz ekhanda indawo obeke kuyona kuthiwe sidumbu ngapha amakhosikazi amba iliba kuyasuka sengithola ispade esidala ngyolekelela kungcwatshwe lesidumbu
Senzeni 2020-11-09 13:07:27
Kusho ukuthini ukuphupha ufaka udaka olumanz ekhanda indawo obeke kuyona kuthiwe sidumbu ngapha amakhosikazi amba iliba kuyasuka sengithola ispade esidala ngyolekelela kungcwatshwe lesidumbu
GUGULETHU MTHETHWA 2020-12-11 11:12:44
Ukuphupha isivunguvungu sisondela kuwe kodwauma sizifika sishintshe indlela sibuyele emvuva kuthi mesikude nawe beat kuyabaniza lapho sikhona
Jabu Myeza 2020-12-12 06:05:08
Ukuphupha umuntu wasekhaya emndenini osashona kungumncwabo wakhe kodwa ngimbone enyakaza enganamandla angcwatshwe enjalo enyakaza angcwatshe ephila
Jabu Myeza 2020-12-12 06:06:08
Ukuphupha umuntu wasekhaya emndenini osashona kungumncwabo wakhe kodwa ngimbone enyakaza enganamandla angcwatshwe enjalo enyakaza angcwatshe ephila
Lindokuhle Shange 2020-12-17 14:13:07
Ngabe kuchazani ukuphupha usukelwa umuntu njalo ngemoto uyakulandela ufuna ukuthwala ngawe ekutshela uze kube sengath uyamazi ngenxa yokumphupha kaningi nokuphupha uhambisa okwesilwane
Ntokozo SHOZi 2020-12-22 17:02:55
Bengcela kubuza ukuphupha ama Morning Shoes amadoda uwabona ephusheni uphinde ubone awabesfazane Ehlezi ndawonye efana okhala kuchazani???
Ntokozo SHOZi 2020-12-22 17:02:55
Bengcela kubuza ukuphupha ama Morning Shoes amadoda uwabona ephusheni uphinde ubone awabesfazane Ehlezi ndawonye efana okhala kuchazani???
Zamandayi Msomi 2020-12-28 06:53:35
Sanibonani ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umalume wakho obehlala kini nawe usanda kushona ekudubula kodwa ungadubuleki izizwe inhlamvu zidlula elokhu ekushweba? Ilinye iphupho ngabe kuchazani ukuphupha unamathelwa imisundu ngaphansi kwezinyawo usizwe abantu beyixebule ngefosholo ?
Ncedisa Makoyo 2021-01-02 21:06:52
Ndiphupha ingathi nditshona emanzini amaxesha amanintsi...ndiyaphupha ndisesikolwe..ndiyaphupha ndikhonkothwa zizinja..ndiphuphe no mama wam ongasekhoyo eme phambi kwam enxibe intsimbi ezinintsi ezimhlophe...ndandikade ndiwaphupha namakaka de ndathola isizo..andikuthandi ukuya ecantsini no Myeni wam
Blessing Ncube 2021-01-22 09:53:56
Kulungiswa njani ukukhohlwa kwamaphumo