Lavender

Lelikhandlela lenza ikhaya lakho libe nokuthula ne-relationship yakho ibe nokuthula. Uma unenkinga yokuxola noma ukuthula kwangaphakathi sebenzisa lelikhandlela. Noma yini emayelana namaphupho ofuna ukuyenza sebenzisa lelikhandlela.

Brown candle

Ikhandlela eli brown

Pink candle

Ikhandlela eli pink

Gray candle

Lekhandleli likhipha yonke inzondo ebhekiswe kuwena. Liphindisela izichitho, amabhadi nezikhafulo emuva. Lixosha yonke imimoya emibi. Liqeda lishabalalise konke okungamabhadi okuthunyelwe kuwena.

Gold colour

ikhandlela eli gold Ikhandlela lemali, umcebo nokukhulisa onakho. Ikhandlela lokuba namandla, ikhandlela lokuphumelela, ikhandlela lokuxosha ubumnyama, lapho ungathembi ukuthi izinto zizolunga khanyisa lelikhandlela. Ikhandlela lokuzivikela noma lokuvikela onakho. Sebenzisa lelikhandlela ukuletha intokozo empilweni yakho. Lekhandlela likwenza ubaluleke empilweni yomuntu uma bekuthatha kancane.

Silver candle

ikhandlela eli silver Ikhandlela lokuxosha amaphupho amabi, ukuphuphisa umuntu ebusuku, ukuthumela umlayezo kumuntu. Ikhandlela lokukhulelwa. Uma ufuna kuvele amaqiniso sebenzisa lelikhandlela. Yikhandlela lenhlanhla kanti futhi liyasebenza kwabadlala imincintiswano nabagembulayo.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Ayanda Simelane 2020-08-23 23:40:03
Manje leli khandlela eli pink uyakhum kulo uma sewulilayithile ulisebenzisa zinsuku Ezingaki

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe