Umchamo wemfene (baboon's urine) uses explained

Zulu Topic
Umchamo wemfene wenzani kumuntu wesilisa no wesifazane: ukilina isinye, ususe iphunga elibi, ukuvuselela imizwa, ube mnandi endodeni, uqede amanzi, unyuse amathuba okukhulelwa, wenze utete kahle. .Lapha kule article uzofunda ukuthi yini umsebenzi womchamo wemfene in details. Umchamo wemfene usentshenziswa endodeni ukuze ube mnandi wena muntu wesifazane . Konke ozokufunda lapha ngezansi kuyinkolela yama Africans engaqinisekiwe ngodokotela .

Lona akuwona umchamo wemfene wangempela, kodwa ngumuthi wesizulu othakwe ngezinto eziningi obizwa ngokuthi wumchamo wemfene. Lomuthi uyawuthola emakhemisi esizulu. Abanye bathi ngumchamo wemfene wangempela. kungancono ubuze kwabadala abaseduze nawe.

Umchamo wemfene uzokusiza unezinkinga zesinye. Umchamo wemfene wenzani kumuntu wesifazane? umchamo wemfene uyamsiza umuntu wesifazane. Umchamo wemfene uyaphuzwa, uyawuphuza umchamo wemfene. Ukukuphuza umchamo wemfene kuzokwenza usizakale kanje:
  1. ukilina isinye
  2. uqede iphunga elimbi kwinanazi
  3. bese wenza kube lula ukukhulelwa
  4. Uyawusebenzisa umchamo wemfene ukuze indoda ikufune kakhulu ubusuku bonke ingadeli nguwena

Ngabe uyawusebenzisa yini umchamo wemfene uma ukhululelwe, cha ungawusebenzisi umchamo wemfene uma ukhulelwe.

Le video elapha ngezansi ichaza ngomchamo wemfene.

Baboon urine is used for african women in southern african for pregnancy. According to the african believes, the uses of umchamo wemfene baboon's urine are as follows:
  1. Increases woman fertility
  2. Ensures a good baby delivery
  3. Ensures a quick baby delivery
  4. Make woman vagina good in bed
  5. Cleans the vagina and removes bad smelling of the vagina
  6. Used as a love portion, to make love strong
Umchamo wemfene can also be used by man to boost perfomance. Baboon's urine side effects awekho asashiwo ngabantu abaphuzayo at the moment. Utholakalaphi umchamo wemfene noma uthengwaphi? uyadayisa emakhemisi esizulu kulo lonke ilizwe lase south africa nasemigaqweni yase JHB. You can buy umchamo wemfene in durban muthi market and johannersburg where they sell umuthi. How much is umchamo wemfene, price can be negotiated but expect less than R100 in durban muthi market.

Ubungozi bomchamo wemfene, imfene njengazo zonke izilwane kungenzeka ibe nezifo ezithile ezitholakala emchamweni wayo, Njengoba sibonile i-corona virus ekuthiwa iphuma ezilwane.

Wenzani kumuntu wesilisa umchamo wemfene? a man can drink umchamo wemfene to gain a stamina. Umchamo wemfene kumuntu wesilisa wenza akwazi ukuba indoda uma enomuntu wesifazane embhedeni, bese kumuntu wesifazane lomchamo wenze akwazi ukhululelwa futhi atete kalula. Bathi umchamo wemfene futhi uyasiza kubantu besilisa abafuna ukumithisa. Wenziwa kanjani umchamo wemfene? Kulula, uyahamba uye emgaqweni yase johannersburg uthenge impushana ebizwana ngomchamo wemfene. Leyompuphu uzoyifaka emanzini abilayo uyiphuze, uwuphuze umchamo wemfene, uzolandela imiyalelo yalowo okudayiselile.

Baboon's urine uses in English

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Maria sthole 2020-09-01 13:28:47
Bengsacela kubuza lomchamo wemfene uwuphuza kangaki ngosuku
Rachel khuphe 2020-10-02 20:11:08
Uwuphuza kangaki ngosuku
Thobile Ndlovu 2020-10-13 07:04:56
Cela ukubuza i boyfriend yami ifuna umntwana nami bengi suspect ukuthi ngikhulelwe kodwa ngibone sengiya ku period n ayinaye umntwana mina nginabo abami abawu 2 bengicela usizo ukuthi ngikhulelwe but yena angifuni ukumtshela ukuthi ngizophuza ini angazi ukuthi yena ngizothi awuphuze kanjani umcamo wemfene n uthi masengikhulelwe uzongilobola before ngibeletha plz help
Gugu Mangena 2020-10-22 13:53:48
Ukuhlanza isinye
Thandeka Simelane 2021-10-19 09:35:35
Ngicela kubuza indoda yami ifuna umtwana kanti mina nginayo ingane yangthola nje nginayo so angazi ngoba lokhu akatholakali umtwana kanti nam sengiyamfuna manje so angazi noma lenkinga ikuye noma ikithi sobabili coz NAMI ngake ngeca umeco so angazi noma ngathi ukuphazamiseka yin lapho isibeletho angisazi nje emendwen sebangikhuluma kabi bathi ngavala inzalo
Joey Simelane 2022-01-23 12:27:51
Ukuphupha ubaba wengane oshonile ngihlala naye kwaze kwabaka 3 ngimuphupha
Simnikiwe Bhalindlel 2022-03-06 13:51:30
Sacela ubuza uyakwazi ukuwuphuza uma ukuma periods/eskathini?
Amanda Ndlovu 2022-04-08 06:56:19
Bengicela ukubuza uma ukhulelwe umsebenzisa kanjani umchamo wemfene uthatha into enganani ukuze utete kahle 🙏🙏🙏
Thembinkosi khumalo 2022-06-05 10:22:09
Siyabonga ukuthi nisiphe ulwazi.ngicela umuntu okwazi ukulapha ilumbo noma umuntu ocushiwe ngyabonga
Nhlanhla Hlatshwayo 2023-02-19 11:44:53
Ngino 1 month pregnant ngingawusebenzisa umchamo wemfene to arbort
Rochelle NY 2023-03-09 11:53:35
Hi there how can i get umchamo wemfene
Thembelihle Gwala 2023-09-05 13:24:20
Ngsacela ukbuza ukuthi if usebenzisa umchamo wemfene uyakwazi na ukmitha ube uhlela ngedwpo

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe