Isichitho dreams amaphupho ahambisana nesichitho ukuphupha amasimba / indle / amakaka noma ngabe yini enyanyisayo ephusheni ihambisana nesichitho, ukuphupha izimpethu noma ukubola noma yini encolile oyiphuphayo ikhombisa isichitho, uphuphe ixoxo noma iselesele , ukuphupha izinto ezinuka kambi. Ukuphupha uxabana nomuntu wakho, ukuphupha ulwa nendoda / intombi yakho, uma uphupha indoda / intombi yakho iyimbi ingathandeki kungenzeka yiyo eshawe ngesichitho, ukuphupha uhlukana nomuntu wakho kodwa nibe nisathandana kungekho nkinga, libhasobhe lelophupho, kukhona ochitha uthando lwenu. Ukuphupha izinduna ebusweni lokhu okubizwa nge rash.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Lolo 2021-09-26 17:47:19
Uma uphupha ulwembu kusho ukuthni?

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...