Ngiphuphe ngidla amakhekhe, ngabe ithini incazelo yaleliphupho ? Ukuphupha udla amakhekhe means to dream eating cakes, kungenzeka uphuphe ubona or uphiwa or unikwa or unikezwa amakhekhe. Ukuphupha unikwa into kuyaye kuchaze isipho onikezwa sona. Ngaphandleke uma uzophupha uphiwa into embi engathandeni. Ngabe kusho ukuthi ke kona ukuphupha ikhekhe, Ngabe kuhle noma kubi ukuphupha ikhekhe? Kungenzeka kube yikhekhe le birthday noma umshado noma scones noma ucezu lwekhekhe . Ukuphupha amakhekhe kuyinto enhle kusho ukuthi kukhona okuhle okuzokwenzeka kuwena. incazelo yesibili yokuphupha amakhekhe kungachaza ukuthi abantu abadala balambile.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...