Dreaming singing
Ukuphupha ucula noma uhlabelela noma usina noma ugiya.
Kuchaza ukuthi umoya wakho ujabule, lokho kuyenzeka uma izinto zihamba kahle noma kade uvakashelwe amadlozi akho.
Lokhu futhi kuyaye kube wuphawo lokuthi izinto zizohamba kahle kusasa.
Leliphupha lifika ngezindlela eziningi:
- ukuphupha ucula ingoma ongayazi , lokhu kukhombisa ukujabula futhi nokuthi unekhono lokubhala izingoma,
ake uzame ukusebenzisa lelikhona kungenzeka ube ngumbhali wezingoma noma ube ngumculi.
- ukuphupha ucula esontweni futhi uthandaza, ucula emshadweni , esikoleni, emcimbini
- ukuphupha uculela abantu noma izihlwele
- ukuphupha ucula emncwabeni/emncwabweni kona kuhlukile sizokuchaza ngelinye ilanga
- kungenzeka futhi uphuphe ucula ingoma yezayoni, yezangoma, umaskandi
?
Read more dreams below
Imithi iziwasho
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Ulwazi ngemithi eyizihlahla
Ulwazi ngemithi ethakiwe
Read more ngamaphupho...