Ngiphuphe ngiphuma amazinyo, ngabe leliphupho lichazani na? Ukuphupha uphunyelwa amazinyo, kungenzeka kube ngamazinyo angaphambili noma amazinyo angemuva, kungenzeka uphuphe ephuma wonke amazinyo kusala izisini. Amazinyo angemuva abizwa ngomhlathi uma uphupha uphuma imihlathi kungenzeka kube yinto othembele kuyona kakhulu ozoyi looser.

ukuphupha ukhumuka amazinyo kuchaza ukuthi empilweni yakho kunento eyigugu ezokulahlekela. ukuphupha uxegwa amazinyo khona kungaba yisexwayiso sokuthi izinto azimile kahle empilweni yakho.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Cashile Nkomo 2021-09-28 22:37:07
Siyabonga ngosizo kwakho nangemixovo
Cashile Nkomo 2021-09-28 22:37:27
Siyabonga ngosizo kwakho nangemixovo
Cashile Nkomo 2021-09-28 22:37:44
Siyabonga ngosizo kwakho nangemixovo
Cashile Nkomo 2021-09-28 22:38:00
Siyabonga ngosizo kwakho nangemixovo
Cashile Nkomo 2021-09-28 22:38:24
Siyabonga ngosizo kwakho nangemixovo

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...