ukuphupha okumayelana nezinto zomshado wesilungu noma umcimbi wesintu

Ngiphuphe ngilotsholwa, ngiphuphe ngishada, ngabe lamaphupho ngempela achazani empilweni? Amaphupho abika umshado wona aba njani? uma uphupha ushada ngabe kuchaza ukuthi uzoshada yini?

Ukuphupha ulotsholwa noma ushada nomuntu ongamazi, noma kufika abantu bezokucela ekhaya lakho, noma uphupha umshado, abanye baphupha abakhongi, abanye baphuphe amalobolo, leliphupho alisho ukuthi uzoshada noma angeke ushade. Ukhumbule iphupho li symbolic alisho into oyibonayo njengoba injalo, leliphupho lichaza ukuthi kuzoba noshintsho olukhulu empilweni yakho oluzokwenzeka. Akulona ushintsho olubi lolu kodwa wushintsho oluhle. Leliphupho kwabanye lingafika libe umbondo noma umabo noma umembeso. Umuntu wesilisa naye kuyenzeka aphuphe eshadelwa.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...