Amaphupho ngendandatho yegolide noma silver kanye namaphupho ango mshado

The meaning of dreaming a ring on your finger, below we look at the symbolic meaning of dreaming a gold or diamond or silver ring on your finger and also dreaming of loosing a ring as well, what does it mean?
Ukuphupha ufake indandatho kuyinhlanhla enkulu, ukhumbule amaphupho ayi symbol awachazi akushoyo, Kusho ukuthini ukuphupha ufake indandatho ye silver , idayimane noma ye golide na? leliphupho le ndandatho lichaza inhlanhla ezayo empilweni yakho. Kungaba yindandatho yethusi or yedayimane or silver noma yegolide. Igolide kanye ne siliva yizinto ezihambisana nokuceba, Unenhlanhla enhle kakhulu ezayo empilweni yakho. Uma uphupha ulahlekelwa yi ring kona kuchazani? lokho kuchaza ukuthi kunezinto ezibalulekile ezizolahleka empilweni yakho, kungenzeka umkhwenyana, imoto, umsebenzi noma ngabe yini? kungenzeka futhi kube nje yinto encane. Uyaliphupha lephupha ungashadile, iring iyaba esandleni saka left noma saka right ephusheni lokho akusho lutho, abanye baphupha leliphupho beshadile omunye athi "ngiphuphe ngikhipha iring yami yomshado ngishadile ngafaka lena enye iring", nalokho kusasho inhlanhla.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...