ukuphupha izikhali nazi izikhali ezilandelayo ezike zivele ephusheni: isibhamu, umpu, imela, umbese or ummese, umkhonto, induku, ubhoko ngesinye isikhathi kuba umuthi ushevu, umuthi wokubulala. Leliphupho lesikhali yiphupho elimbi elibiza amabhadi. Kodwa amaphupho angokufa wona mahle. Ngizochaza kanje, uma uphupha umuntu eshonile kusho ukuthi usazophila isikhathi eside lowomuntu. ukuphupha umuntu efile or eshona kuyinto enhle. Ngesinye isikhathi uziphupha wena ushonile, uze ubone ibhokisi lomgcwabo. Ngesinye isikhathi uphuphe ushona uze uye ezulwini. Uma uziphupha wena ushona ungabi nokwesaba iphupho alilibi njengoba ucabanga.
Read more dreams below
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.