Ndiphupha ngaliwa umuntu engithandana naye

Ukuphupha indoda or intombi ikushiya, ukuphupha waliwa umuntu othandana naye okanye uxaba naye akuchazi ukuthi lowomuntu uzokwala, ukhumbule iphupho liyi symbol alisho into osuke uyibona. Lokhu kuchaza ukuthi kukhona ongajabule othandweni, Zamani ukuxoxa izinkinga zothando. Ngiphuphe ngiqabula umuntu engingamazi, Ukuphupha uqabulana nentombazane or indoda ongayazi or intombazane efake isiketi esifishane, ngesinye isikhathi uphuphe inqunu kuchaza ukunganeliseko kulowo osukue unaye ngalesosikhathi, uma ungenaye umuntu kuchaza kona ukuthi awujabule ngesimo sakho sokuba single. Ukuphupha indoda yakho ikufebela or ithandana nomunye umuntu wesifazane, kuchaza ukuthi uthando lwakho lukwi risk kumele wenyuse amasokisi. ukukhupha umuntu wakho engaphethekile kahle , egula, ekhala , ethetha , ediniwe or engasakufuni, kuchaza umjolo or umshado or uthando lwenu asihambi kahle.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...