Yini amaqanda? ngesingisi amaqanda are called eggs. Ngiphuphe amaqanda ngabe leliphupho lichaza ukuthini, ngifuna incazelo yephupho lokuphupha amaqanda enkukhu. Ukuphupha amaqanda enkukhu kuchaza into enhle ezokwenzeka empilweni yakho, kungenzeka futhi leliphupho lichaze ukuthi ukhulelwe. Dreamings of eggs kuhambisana nento enhle ezokwenzeka empilweni yakho. Ngiphuphe ngikhulelwe ngabe kusho ukuthi ngizoba nengane yini? Ukuphupha ukhulelwe kungenzeka kuchaze ukuthi uzoba nengane , futhi ukuphupha umithi kuyachaza ukuthi kuzoba nento enhle ezokwenzeka empilweni yakho, kungenzeka uthole umsebenzi oncono, noma uthole umuntu ozokushada, Ukuphupha uzithwele akunayo incazelo eyodwa.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...