Ukubusisa amanzi amanzi enhlanhla

Zibusisele amanzi akho, lamanzi uzowasebenza uma uyako gembula (isiwasho sokugembula), noma kuma interview (isiwasho somsebenzi), noma wenzani, wothi ugeze ngawo kuvele uhlangane ne x yakho ikuphe imali, uvele uthole call kubaba wengane athi yazi ukuthini ngiyakulobola manje, wonke amabhadi ayasuka uma ugeze ngalamanzi.

Lapho inyanga igcwele phama, Udinga ukuzikhelela wena lamanzi emfuleni ohambayo, ekuseni. ngosuku lapho isibhakabhaka siblue kungekho ngisho nelilodwa ifu, ubheke ebusuku kumele kube isibhakabhaka esi clean, uzothatha imali emhlophe uyifake emanzini akho, bese ukhipha ujeke wakho noma isiphi isitsha, usibeke emnyango, mhlambe ngetafula, phezu kwendwangu emhlophe, usibeke lakukhanya khona , inyanga leyizofika khona ubusuku bonke, shiya lapho kuhlale ubusuku bonke, inyanga izobusisa amanzi akho, ugadeke abathakathi bangafiki ebusuku bagange ngamanzi akho.

Lawomanzi ahlanzekile ungawasha amakhandlela ngawo ngaphambi kokwenza imixovo, ungachela ngawo before ulale,naleyomali yimali yakho yenhlanhla hlale unayo kwi wallet.

Ukuphupha amanzi abusisiwe kuchaza inhlanhla nokuthula, izinto zakho zizohamba kahle, uzothola ukuthokoza.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Mbalenhle 2020-09-27 20:36:55
Uma usedolobheni wenzenjani ngamazi ozibusisela wona
Lindo 2020-09-30 23:13:41
Uzobagada njani abathakathi bangafiki kla Manzi ungawasrbenzisa yhini amanzi etank
Andiswa cetywayo 2020-10-06 16:58:10
Ukuba ndise dolophini ndenza kanjani?
Andiswa cetywayo 2020-10-06 17:01:27
Ukuba ndise dolophini ndenza kanjani?
nokulunga ngubo 2020-10-07 14:57:44
ngicela kubuza amanz asendlini ungawasebenzusa wona?

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe