The article is in both Zulu and English.

Dj Phenti isiwasho (Zulu)

Umsebenzi ka Dj penty ukukhiya ibabazi ukuze lingahambe lilala namanye amantombazane. Udinga ini ukuze wenze uDj penti?

Uthatha ipenti elimhlophe, okade uliqgokile, ukhwife kathathu lakuhlala khona inkomo, ubize igama nesibongo sebabazi, bese uyasho ukuthi ufuna ibabazi ibe ngeyakho wedwa, futhi usho ukuthi uyalikhiya kusuka namhlanje induku mayingavuki uma linomunye umuntu wesifazane, uzobe usubopha ifindo kwiphenti lakho, bese uyalibeka kude lengezothintwa khona, kumele ulibeke isonto lonke, lothi lingaphela isonto (7 days) bese yaliqaqa ifindo, uwashe iphenti lakho uliqgoke. Update: Ngikhohliwe ukuchaza ngommese, ummese uwusebenzisa ukukhomba iphenti, ngalesikhathi ukhuluma amazwi lawa abhalwe ngenhla.

Yini ukukhwifa, ukukhwifa meaning - ukukhwifa ukuthimisa noma ukukhafula ubize igama lomuntu. Ukukhafula in english means to call someone's name and spit.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Thembeka Ndimbovu 2020-08-19 02:49:30
Ukuzama ukukhulelwa
Inganathi mjobo 2020-08-27 11:15:14
Yinile ukhwifa ngayo? Kwimomozi
Vuyiseka Ndabeni 2020-09-02 14:22:19
Yhini ikhifa
Sphiwe Sheng 2020-09-03 08:20:31
Uma ungenalo elimhlophe wenzenjn
Mandlakazi matu 2020-09-10 11:10:43
Noma umese ngulo siwusebenzisayo ulungile or kufuneka omusha
Nomonde jezile 2020-09-12 06:05:12
Ndicela undikhulekise ndithole imali
Maria mhlanga 2020-09-17 14:22:25
Ngicela ukubuza dj mpuphu wenziwa kanjani
Zama mkhize 2020-09-22 16:13:47
Bese wenze njani
Mila mate 2020-10-17 15:22:11
Yhini ukwife

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe