DJ tissue power dock rock imixovo
Umxovo lona owenziwa nge tissue ukuze ufake umnewenu isichitho,
inhloso ka dj tissue ukuhlukanisa umuntu nendoda yakho.
Inhloso yalomxovo ukuhlukanisa ibabazi nezintombi zalo.
uThatha i-tissue emhlophe engadwetshiwe lutho.
Ubhale igama lendoda yakho kanye nelika mnax wakho, uma bebaningi ubhala uthi "izintombi zakhe", uma ungalazi igama lentombi yakhe ubhala uthi "intombi yakhe",
Uzokhuluma sakuthetha kule tissue uthi abahlukane, bese uyabhosha, emva kokubhosha usule ngale tissue. uyiphonse toilet uhambe ungabheki emuva.
Tags: ukuhlukanisa izithandani, ukufaka umuntu isichitho, senziwa kanjani isichitho, ukusala wedwa endodeni, indoda yami
Funda ngemithi
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Push notifications !
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?