DJ Lemon

DJ Lemon 2

Umxovo wokubuyisa umuntu okade uthandana naye nahlukana. Lomxovo uyasetshenziswa ngabantu besilisa futhi ngokunjalo nangabantu besifazane. Lo Dj usebenza kakhulu ngesifiso sakho, uma ufeba uzifunela amadoda amaningi ngalomxovo angeke ukusebenzele lomxovo. Udinga ukuwenza ngothando, isineke nokuzethemba. Uma uzowenza noma usuwenzile ungahambe uxoxela abantu. Udinga ukuba wedwa endlini. Ngaphambi kokwenza lomxovo, geza ngamanzi ano salt, ufake half wenkomishi ka salt lona o-rough. Akunankinga noma afudumele amanzi.

Ukwenza lomxovo uzodinga lokhu okulandelayo Thatha umubese usike u-lemon uwenze o-half ababili abalinganayo, Uthathe ipeni nephepha ubhale igama lakhe nesibongo, bese ubhala igama le x nesibongo futhi. Goqa iphepha uligoqe (fold) libheke ngakuwena, bese amagama enu nobabili ahlangane. Faka iphepha lakho phakathi kwezingcezu zika-lemon, bese uthatha intambo ebovu noma i-ribbon elibovu, ubophe u-lemon uwuhlanganise. Ngalesikhathi wenza konke lokhu uyakhuluma usho ukuthi akabuye, uyamthanda, ufuna niqhubeke nithandane, ufuna akuthande naye. Shono yonke into ofisa ukuyisho njengokuthi uyamkhumbula, awazi wakushiyelana, uma naxabana akakuxolelele abuye.

bese ucabanga ngobumnandi ozoba nabo sewubuyelene ne-x yakho. Uma uthanda ukukhuluma ungakhuluma usho noma yini esenhliziweni yakho nofisa yenzeke njengokut akushade nibe nezingane. Uzobe usuthatha u-lemon wakho uwufake e-fridgin lakuyiqhwa khona, ngeke aphele amaviki amathathu ungezwanga lutho oluvela kwi x yakho.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Lindiwe 2020-08-11 22:41:26
Uma usuwenzile udj Lemon uhlala isikhathi esingakanani efrijini bese uwenzani wona masekuphele isikhathi
Ntomfuthi 2020-08-13 15:45:09
Igama lami nelakhe ngizibhala kwelinye iphepha,?
Alungile 2020-08-22 20:46:38
Cela ukubuza yini i-cinamon
Alungile 2020-08-22 20:47:03
Cela ukubuza yini i-cinamon
Alungile 2020-08-22 20:47:03
Cela ukubuza yini i-cinamon
Sibongile Mazibuko 2020-08-22 22:37:13
Manje I x yakhe igama angilazi
Winter 2020-08-24 20:05:41
Lihlala iskhathi esingakanani kwi fridge bese ulenzenjani
Pнιndιle nkosi 2020-08-29 15:44:09
Ngcela υĸυвυza ĸυнlala ιѕĸнaтнι eѕιngaĸananι efrigini
Nomthandazo Xhakaza 2020-08-31 10:43:14
Ngicela UKBUZA ngiwenzenjn ulemon mase ebuyile
Ziyanda mbotshane 2020-08-31 21:20:19
Uye abuye emva kweskhathi esingakanani,ungayisebenzisa I wool ebomnvu ukubopha I lemon?xa ifridge isendlini enabantu uyakhona ukumfaka ulemon?xa sebuyile umenza njani ulemon?
SphethokuhleMazibuko 2020-09-02 02:19:50
Ngicela ukubuza njengami angila fridge ngenze njn,Uma engabuya ulemon ngiwusaphi
SphethokuhleMazibuko 2020-09-02 02:23:19
Ngicela ukubuza njengami angila fridge ngenze njn,Uma engabuya ulemon ngiwusaphi
NONDUMISO MLABA 2020-09-03 06:58:31
Uma esebuyile wenzenjani ngolemon osefrijini
NONDUMISO MLABA 2020-09-03 07:22:30
Uma esebuyile wenzenjani ngolemon osefrijini
pretty mtshali 2020-09-04 06:16:17
Uma esbuyile uwenza u lemon
Londiwe mpungose 2020-09-04 17:13:18
Ngsacela ukubuza Ihlala iskhathi esingakanani e frigden
JAMA sjadu 2020-09-04 22:05:08
Uncedwa njani utatam xa efile kodwa usemtsha Xa engavukwa utata
Ncedeka 2020-09-06 02:09:25
Ndiwubeka isikhathi esingakanani lemon efrigin xa ebuyile akazubusa yini le ihlezi ise efrigin
Samu 2020-09-10 09:30:02
Manje uzohlala hw many days efredgin en ulisaphi or ulilahlaphi
Mbali 2020-09-10 19:34:43
Ngibhala igama ngibhala elami nd ngifaka isikhathi esinganani efrijini
Yonela Dyantyi 2020-09-11 13:58:11
Ma isibongo sakhe ungasazi wenza kanjani
Matshidiso marago 2020-09-14 22:06:29
Wenziwa njani u DJ onion
Nombulelo Sinaba 2020-09-19 18:20:25
Ndicela ukubuza ukuba u DJ Sunlight xa umenza , njengoba kufuneka am empty bottle ingaba eleke ngizomenza or phephetha ngenza enye I Sunlight namanzi Or ndingawenza umxube ube mnzi ndizomane ndiwusebenzisa ?
Nombulelo Sinaba 2020-09-19 18:20:56
Ndicela ukubuza ukuba u DJ Sunlight xa umenza , njengoba kufuneka am empty bottle ingaba eleke ngizomenza or phephetha ngenza enye I Sunlight namanzi Or ndingawenza umxube ube mnzi ndizomane ndiwusebenzisa ?
Selina moeti 2020-09-21 12:51:38
U lemon ngizoufaka isikhathi esingakanani e frigini?
Nqobile Ntsele 2020-09-22 12:42:22
Mina ngiwenzil ulemon last week mara akukho ushintsho
Mavis RATSIU 2020-09-23 00:25:40
Love All your remedies
Kuhle xelelo 2020-09-27 19:11:24
Udj lemon uma sengimenzile uthatha isikhathi esingakanani and ngimfaka isikhathi esingakanani kudeep freezer?
Kuhle xelelo 2020-09-29 15:29:18
Anginayo isalt erough nginale ifine ingabe nayo ilungile
Sithabile betela 2020-09-29 17:16:03
Uma ungalazi igama le x wenza kanjani
Zamsile Muda 2020-10-06 22:36:37
Ngicela ukubuza ukuthi Uma kwenzeka mhlambe ebuya ngizowenze njan ulemon ngiwukhiphe efridgn nom ngiwuyeka khon
Alwande Masinga 2020-10-16 21:58:13
Uma suyfakile efrijn uyfaka iskhath esngakanan mase uyenzan muykhipha
NoxoLo Gumede 2020-11-13 10:12:31
Ulemon uwukhiphe uwenzenjn efrijin ngb kudaLa ngawenza okukhoshitsho

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe