UGobho uyi Imbiza yenzalo or yokukhulelwa yabantu bessifazane.
UGobho kwezinye izindawo zezwe ubizwa ngo cobho noma u qobho.
Uyini uGhobho
Ugobho ngumuthi osetshenziswa e Southern Africa ukwelapha izifo eziningi,
Lapho sizobheka ukuthi uGobho usizaphi?
Below are the uses of this herb.
imisebenzi ka Gobho nansi ibaliwe ngezansi:
uyazisa kwabafuna ukukhulelwa (pregnancy),
uyasiza kubantu abanekinga ye isilumo (period pains).
Ugobho is used by nguni people to increase the chances of a woman to fall pregnant . Ugobho is not a tree but it is plant ekhula eduze nalapho kukhona amanzi,
ibukeka sengathi iyizintanga (isihlahla / imifino yamathanga). Lomuthi futhi uyayenza imbiza.
Ugobho kanye nomuthi ubizwa ngo mhlambamanzi uyasiza kubantu besifazane abaphuma amanzi anukayo ngaphansi,
ubuhlungu besibeletho. Uma ufuna ukukilina isinye futhi lamakhambi ayasetshenziswa noma unenkinga yomchamo onukayo.
Can i use Gobho if i am pregnant? ugobo owokukilina isinye, angeke uwusebenzise uma ukhulelwe.
uGobho in english is a River Pumpkin, this plant grows along rivers.
it is used by Nguni people in south africa for multiple purposes,
Normal it is not used on its own, it is mixed with other herbs and muthi.
Other word with almost the same spellings as the words Gobho: Dont confuse the word Gobho with Gobhoza, Ghobhoza means to flow just like a river.
Goba means to bend. Gobela is used to refer to a sangoma. Gumba means to dig a hole. Gobho is also a surname for peope under zulu tribes.
Ake sizwe abantu kwi Page lethu bathini?
John Johnman
Ugobho lomuthi uyizimpande ubomvu ngombala uyasiza ikakhulukazi kwabesifazane u-cleaner isinye, Imbiza yesinye, futhi uqondisa noma uvule amaperiod komama bangabinezinhlungu usiza ekuqedeni ukopha kosandukubeletha ucleane ngaphakathi
uhlanza negazi umuntu aberyt uphinde uqede isisu segazi uyaphekwa upholise besukha ikota noma uhafu we cup uphuze 3 times a day.