amakhandlela nezincazelo zawo mnelisi. Incazelo ngemibala yamakhandlela egolide.

Gold colour

Ikhandlela eliwumbala wegolide (Gold colour) Ikhandlela lemali , umcebo/ ukuceba nokukhulisa onakho. ikhandlela le business, ikhandlela lokuceba. Ikhandlela lokuba namandla, ikhandlela lokuphumelela, ikhandlela lokuxosha ubumnyama, lapho ungathembi ukuthi izinto zizolunga khanyisa lelikhandlela. Ikhandlela lokuzivikela noma lokuvikela onakho. Sebenzisa lelikhandlela ukuletha intokozo empilweni yakho. Lekhandlela likwenza ubaluleke empilweni yomuntu uma bekuthatha kancane.

Amaphupho menu

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com or Whatsapp 084 352 2187

Save le post ku Whatsapp