Yini umsebenzi wesibabuli, senzani isibabuli? ukuphuza isibabuli ngabe ku safe yini? Ukulapha izilonda ngesibabuli. Isibabuli ngesingisi yi Sulphur kuqala yayibizwa nge sulfur. kuthiwa isibabula siqenda izinduna , , bathi ukugcoba isibabuli ebusweni kwenza isikhumba sibukeke kahle, siqeda amaqhubu/utwayi and izilonda . Ngenxa yokwaziwo as umuthi wesikhumba isibabulo powder is also used with vaselina, kanye nezinye izinto zokugcoba. Ikhona insipho eyakhiwe ngesibabuli, uqaphele isibabuli asikho right kubantu abanesikhumba esi sensitive. Sike sezwa ku facebook abantu basebenzisa isibabulo ukuphalaza , ukuqguma, ngenxa yokuba kuhle ubonane nodokotela ngaphambi kokuzama noma yini ngesibabuli. Isibabuli sitholakala ezindawe ezike zaba no volcano, kubumba (clay) , iyatholakala nasemhlabathini, izinkampani ziyakwazi ukwakha isibabuli.

Ukuhlukanisa izithandani Uma ufuna ukuchitha uthando lwabantu abathandanayo usebenzisa isibabuli, uvula ngo 00:00 ebusuku, ngenxa yokuthi usuke uthakatha udinga ukususa zonke izingubo zakho, ungasali ngalutho, Isibabuli uyasithunyisa ubize amagama alabo bantu ofuna bahlukane, Ebese uyasho ukuthi ufuna bahlukane. Uqaphele: ukuhlukanisa abantu abathandanayo akuwona umdlalo, uzolandelwa amashwa namabhadi nezinyembezi impilo yakho yonke. Ungaphikisani nentando ka jehova.

Isibabuli as umuthi wokubethela / wokuqinisa umuzi.

Ukuxosha isilwane ekhaya, ukugeza isilwane, ukuxosha isilwane nokukhipha isilwane, isibabuli siyasebenza ukubethela igceke nokuxosha isilwane emzini womuntu. Ukuchela , isibabulo siyachela ekhaya sixoxa imimoya emibi, imimoya emdaka. Siyathakwa isibabuli neminye imithi ukuze ubethele ngaso, eminye imithi esetshenziswa nesibabuli ukuqinisa ikhaya:

Ibuyiswa kanjani indoda ngesibaluli?

Buyisa isithandwa sakho usebenzisa umuthi isibabuli. Ake sithake umuthi wokubuyisa umuntu wakho ngokushesha usebenzisa isibabulo nesithombe. Ukubuyisa isithandwa sakho usebenzisa isibabuli, uzodinga lamakhambi alandelayo:

Konke lokhu ukwenza kube yimpuphu, kuthi uma sekushone ilanga, ukuhlanganise konke, ukushise, uma sekuthunya uthathe uswazi ushaye intuthu, ube ukhuluma usho ukuthi lowomuntu akabuyele kuwena. Lenduku iyasebenza kakhulu ebuyiseni owawuthandana naye.

Isibabulo ezinjeni: Inja eqothukile, izikelemu enjeni

Kuthiwa isibabuli sikhipha izikelemu kwinja, uma inja yakho iqothukile futhi uyafakela isibabuli ekudleni kwayo, kuthiwa senza ukuthi uboya benja kumile futhi.

umuthi wokubuyisa isithandwa for sale

Sinaso isikhafulo or isiphephetho sokubuyisa umuntu okade uthandana naye, bheka inumber yethu kulelipage usithinte sikwenzele umuthi abuye.

isikhafulo esinamandla esisheshayo

Let us sumarise the post in english, Isibabuli is used for cleansing and protecting home from bad spirits. it is used for ukuchela and for ukubethela ikhaya so that non of the bad spirits will come to your home. It is also used for skin problems, expecial rash, ezcema . As a result people in southern african oftern mix sulfur powder and vaseline to fix skin problems. Some use isibabuli with SPIRIT and Glycerine for skin problems. Isibabulo is also used in southern african to break other peoples relationships, so it is used as a breakup spell, this breakup spell can only be perfomed at 00h00. What do you need to perfome this breakup spell? You need to burn the sulfur powder then speak the names of the people that you want to breakup.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe