Izithako seziswasho senhlanhla lesi umavula kuvaliwe, uzoba nemali kusukela namhlanje, uzobona wothi uqeda kufone ama x akho, nama rings efuna ukukushada ngoba nahlukana ngendlela engaqondakali, ngisho nabantu abakuthakathayo bazoyeka bazizwe bekuthanda, izinto zakho zicace ngisho nasemsebenzini uthole isikhundla. Lesiwasho sizokwenza ube nogazi, isiwasho sogazi, lesiwasho sizokwenza ukuthi uthandeke. isiwasho sokuthandeka, Ngaphandle kokupholisa amaseko asibheke izithako zalesiwasho. Lesiwasho senziwa izinsuku ezintathu, kulezinsuku ezintathu, awuzokudla ekuseni, emini, woze udle ntambama. ufishi awudliwa kulezinsuku ezintathu, ingulube kayidliwa kulezinsuku ezintathu, ungasenzi lesiwasho uma ukuma periods. Uzozikalela wena isikalo salezithako, zihlanganise ndawonye zonke lezithako zakho ezingenhla ebhodweni. kwi holly ash ufake into encane engaphansi kwa half we teaspoon. Bese ufaka R2 phakathi. Emva kwalokho layitha amakhandlela akho wonke azungeze ibhodwe lakho eline siwasho bese uyazisho wubani, wakabani , uzalwa ngubani, ucele imali , ucele ukuthi izinhlanhla zize, bese uyasho ukuthi lomcimbi uzothatha 3 days, zonke izinto mazihambe kahle. walayithe amakhandlela akho avuthe aphele, ukhumbule amakhandlela kumele aphephe ungashisi umuzi, ungawayeki wodwa ekhanya, uma ungeke ukwazi ukuwakhanyisa aze aphele, wakhanyise for one hour bese uwashisa emlilweni aphele.
1. Uyafutha ngesiwasho sakho (ukuqguma or to steam)
2. uyagabha or uyaphalaza
Ngalesikhathi ufutha uyakhuluma uyacela.awuthuli. udla sekuntambama ke for 3days. Ngeke izinto zingakulungeli, kulezithako ezingenhla uma ungazi uzozitholaphi, iya ethekwini emakethe lakugcwele imithi khona, noma uye khemisi eliseduze lesiZulu, Asambe bhobhi nja yami siyozingela.
Isiwasho o ukukhipha ibhadi isinyama ukususa amashwa umoya omdaka

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe