https://www.youtube.com/watch?v=LBS9bhXgO5E

Amaphupho enhlanhla

Amaphupho Amahle means nice dreams, lapho kuchazwa ukuthi ulalile waphupha kahle, kodwa lapha sizobheka amaphupho amahle akhombisa inhlanhla nokuthi izinto zizohamba kahle kusuka ngosuku ophuphe ngalo. Ukuphupha ukhulelwe, kusho inhlanhla ezayo, nokuphupha unengane encane futhi kusho inhlanhla ezayo.

Amaphupho enhlanhla ukuphupha uthola imali inhlanhla leyo kungenzeka kube imali engamaphepho noma imali eyi coins. ukuphupha uhleka ujabula yinhlanhla leyo. ukuphupha uthenga into entsha okungaba imoto, isinkwa, ukudla, iticket, izingubo, umbhede, impahla yasendlini. Ukuphupha uwina hlambe okhozini noma uncintiswano, ukuphupha usebenza noma uthola umsebenzi, ukuphupha ushada or ushadelwa. Ukuphupha ulobola noma ulotsholwa. Ukuphupha amaqanda. Ukuphupha ingane encane okungaba umfana noma intombazane. Maningi amaphupho amahle angeke sawaqeda wonke. Amaphupho abika umshado angachaza an agreement ezokwenzeka empilweni yakho noma isivumelwane esithile.

amaphupho amabi okungabalwa amaphupho kushoniwe, amaphupho ushawa abantu, amaphupho udutshulwa , amaphupho ubaleka, amaphupho engozi yemoto, amaphupho usukelwa izilwane okungaba inja, inkomo, amabhubesi or izilwane zasendle zonke. Ukuphupha waliwa. Ukuphupha ungembethe. ukuphupha indlu ipheshulwa umoya, ukuphupha izinyosi, ukuphupha indlu eshayo. ukuphupha utshontshelwe izinto okungaba imali, iphone, ukuphupha izigebengu. ukuphupha amasela. ukuphupha imoto itshontshwa or ilahlekile or beyi hijack. ukuphupha ulahle into okungaba ukulahla ukey wasendlini. Ukuphupha udukelwe yinto okungaba uphupha umuntu oshade naye engekho. Mina ngaphupha umfazi wami engekho ekhaya ngimfuna, kanti kuzophela 6 months sixabane si devose. Amaphupho abika isifo njengamaphupho anegazi, izingozi, ukukhala phakathi.

Sitshele ngephupho lakho oliphuphile sikuchazele.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngphuphe inyama ebomvu ngphethe nemali eningi eyamacoins acwebezelayo
Ndiphuphe ngathi ndivulela amanzi empopeni ngathi aphuma kakhulu ayampompoza ngathi ndidlala ngawo
Ngphuphe ulwandle oluhle olucwebile, ngaphinde ngaphupha ngithandana nomlungu
Ngiphuphe ngikhulelwe
Ngiphuphe sibhukuda olwandle luluhle amanzi ahlaza namagagasi amhlophe Mara besingagqokanga lutho lichazani leliphupho
Ngiphuphe inyoka emnyama nokumhlophe ngathi ingene endlini kodwa abafana bayishaya bayibulala
ngphuphe ngphethe amashumi amaningi no5rnd okuhlangene ngbonge ngsazphenduleka
ndiphuphe ndisiya etankini yokha amanzi landawo yobeka bucket gcwele coin ngathi ndiyemba ndiyazthatha ndothuka
Ngiphuphu ubhuti wami engimlamayo kade ashona njalo mangimphupha ngimuphupha engcwantshwa maye buya njalo liyangihlupha leli phupho
ingaba ithetha ukuthini uphupha umtshato kukho abantu abaninzi
Ngiphuphe nginemali neningi engamaphepha kodwa ngithe masengfuna kuyisebenzisa yaphela kwabakhona into eyisilwan eyithathile
Ngiphuphe ngigqoke izila elimnyama ngathi bekumele ligqokwe umawami but lagqokiswa mina
Ngiphuphe ngigqoke izila elimnyama ngathi bekumele ligqokwe umawami but lagqokiswa mina
Ngiphuphe ngigqoke izila elimnyama ngathi bekumele ligqokwe umawami but lagqokiswa mina
Khona into enyakazayo esiswini Sami kodwa angikhulelwe, yenza nsuku zonke
Kusho ukuthini ukuphupha uphonsa imali engamaphepha emfuleni omkhulu ohambayo
Ngiphuphe ngikhulumisan ne ex yami esxabane nayo sengath seslungisa izinto mnj
ndiphiphe ndichola imali eninzi engamaphepha
Ndimphuphe uMama WAM owashona kudala ephethe imali eninzi engamaphepha ikuplastic omhlophe endikhombisa yona kodwa akandinikanga
Ngiphuphe ngihamba nomuntu wesilisa oyisihlobo sami engisa kumuntu oyinyanga bazile bangigcaba ezihlakaleni naphezulu kwamashiya lapho mina bengikhala bathi kumina sengizowuthola umsebenzi
Ngiphuphe ubaba wengane yami engasahlali naye angipha imali.
Ndiphupha ngathi ingane yam iqashiwe esibhedlele igqoke uniform ye nursing kanti ndim ofake izinto zomsebenzi kwa nursing ingathi ndivuyisane naye athi hayi sisi nawe kuthwe uzofownelwa sele uthathiwe emsenzini?
Ngicela ukuchazelwa amaphupho.
Thokoza mkhulu .ngiphuphe lolunhlobo lwephoni yadala lafakwa imali ngilokhu ngi presa kuphume imali eningi emnhlophe amashumi kukhona nofive rand onhlangene inhlophe yonke ngiprese isinigi nginike usisi wami omncane isigcwele isikimba sakhe lokhu qhubekile iphuma thokoza gogo

Ngiphuphe kungena umuntu Lana endlini Yami wazoma ngasezinyaweni ngachindezeleka kukhona engikhulumile kuyena wanyamalala
Kuchazani ukuphupha uhamba odakeni
Ngiphuphe ngibelethe ingame encane ngigijima kakhulu ngize ngibele phezu kwetekisi kodwa ngingawi ngijampele phansi
Ngiphuphe ngibelethe ingame encane ngigijima kakhulu ngize ngibele phezu kwetekisi kodwa ngingawi ngijampele phansi
Ngphiphe uboyfriend wamie enginika ingane encane
Ndiphupha ingathi ndihamba neboyfreind yam qha sisaxabene asikho ndawonye ingathi unxilile and uthi akasandifuni mna ngoba ndiyabanda ufumene umntu oryt and ingathi ndikhathazekile yilento ayithethayo and uyithetha etywaleni abe sendikhombisa lomntu mna uyandikhapha uba ndigoduke ngku sivalelwa ngamanzi amaninzi amdaka asikwazi kuwela siyofika
Ngihlala ngiphupha nkazana yebabazi yam ikhulelwe
Ngicela imali engango R3000 Ku account Yami yakwa Capitec ngiyacela mthandazi
Ngicela imali engango R3000 Ku account Yami yakwa Capitec ngiyacela mthandazi
Ngiphuphe ex yami ungitjela ukutsi iyangitsandza and lentombi lanayo akayiva noma alala nayo akachami, laphoke wabese u yacala uyangikhotsa ngasense kushoni bakithi?
Ukuphupha Umlungu ngathi kwele emthini ufunandichamela busweni ndabaleka bengathi seskolweni Too uphuphazulu lishaya imibane liduma mpela
Ndiphuphe ndi cheater nomnye ubhuti ovana nomyeni wam sithe sihamba endleleni mna ndamshiya ndahamba ndedwa ndaya elwandle kodwa andisakhumbuli kahle ukhuthi bendiyokwenzani elwandle kodwa lobhuti uvele yena sehamba nge moto yomyeni wam mandimbuza ukuthi uhlanfana kuphi nemoto yendoda yam wathi yena hayi suka landoda takho ayikwazi ukudriver saxabana ke ngoba ndithi mna angalinge athethe kanjalo ngendoda yam ndacaphuka ndamshiya apho kunendlela embi enyukayo mandiphezulu ndema ndambukela uthe ma
Kusho kuthin uphupha uyothnga mpahla xabuya kukho abatshakazi ababini abaxhentsayo bonwabile kunye nendoda efutshane enxibe intambo egreen n white esnqen kusombelwa namndabendqhwaba izandla ndhleka lendoda imfutshane sisemqolomben kwabekuphenjwa kubekelelwe inkuni sabe sonwabile kuxhentswa ndiphindaphinde kabin ukuliphupha eliphupha
Ndiphuphe ngamene ingane yakwamakheleane bengishiye nayo
Ndiphuphe ngamene ingane yakwamakheleane bengishiye nayo
Ngiphuphe ngihujwa yinja yaze yangiluma ....kodwa yathi singihumba futhi ngabaleka yangangificq
Ukuphupha izingane zigula nizimikisa ku doctor bese kubakhona ekhipha amakaka uma bayikhumula ibluko bayi checker ngu dokotela uma uth ubheka neyakho encane isikakele i Pampers
Ukuphupha izinkomo eziningi kuchazani
Ngiphupha hleka oko ngaba kuchazani
Ngicela ubuza kukuthini ukuphupha umlungu or ukuphupha ndifumana umsebenzi oryt
Mna ndisoko ndiphupha ndisemlanjeni omkhulu onanzi angathi angamaza ngamanye amaxesha akabikho lamaza kubanzulu qha and lanzi sometime abamdaka ingathi kubonetha kwagcwala imifula ngamanye amaxesha kulemifula kubekho nhamapolisa endileqa ndingene kulomlambo kuba ndileqwa ngayo kodwa akade andifumane andiazi k uba athetha ukuthini

Nginokukhohlwa iphupho kodw elokuhamba nengane encane njalo angaz lisho ukuthini ingihlenga ngiwa emaweni bese ngingasayiboni ishonephi
Ngihlala ngiphupha unyane wethu but sewahlukana lalomuntu engilaye,uyabe engani ujabulile but eyenza angani umfuna back
Ngihlala ngiphupha unyane wethu but sewahlukana lalomuntu engilaye,uyabe engani ujabulile but eyenza angani umfuna back
Ngiphupha ngiqgoke uniform ezikhanin eziningi zilandelana kwesinye iskhathi ngiseskolen
Ngiphuphe ngiphethe inja emhlophe kungathi ilimele kodwa sasidwala
Ngiphuphe kuthiwa ngiye somewhere mangifika lapho ngathola umama wesambatho esi blue n white (postoli) wangipha something egoqwe nge news paper wayi vula uma ngiyibuka ifana nenhlabathi wathi kumele ngiyisebenzise izinto zami zonke zizo khanya.
Ngiphuphe ngitshaywa luhlanya kungabe kuchazani lokho
Ngiphuphe umama engipha imali eyi-coin ecwebezelayo
Ngiphuphe ubaba wami ongasekho angipha imali yamaphepha
Ngphinde amawele asemancane amathathu ngathi bekufanele ngkhethe awodwa kulawa
Ngphuphe ngise ndlini yotsani ngpheka ngebhodo langaphandle kepha bengpheka kwistove segase kuthi igas nayphela ngasebengisa eseparaffin ngaphakathi kwistove separaffin ngthola kune mali yamaphepha amaR100.00 nezenye izimali plus nomlotha ay ngizkhiphe ngbeke ibhodo,nangceda ukulibeka angseko kuleyandlu sengise rumini yam kunomunye usisi uphethe umtwana so lomtwana uwela embhedeni losisi wathi kim lomtwana uwiswa ukuthi akayi eskalini angzange ngiphenduli nangphuma emnyango ngakhahlela istina ng
Ngiphuphe ngidlalisa ama triplets
Ngiphuphe nginama triplets ngiwadlalisa
Ngiphuphe nginemali emlophe o5rand
Ndiphuphe ndifumana amawele elinye ntombazana elinye yi boy
Ndiphuphe ndifumana amawele elinye ntombazana elinye yi boy
076 8715 710
Ukuphupha izimpahla ezintsha
Ngiphuphe endlini kugcwele oMango abaningi kakhulu abavuthiwe beyellow ngino mama sidobha oMango labo sithi sizonikeza nabanye nami ngisidla wona uMango osweet oyellow umama wami naye ethi kimi ngidle
Ngiphupe khona umuntu ongipha imali but inkinga yam loh muntu ubuye wayithatha manje angazi kuthi lichaza ukuthini leli phupho
Ngiphupha umzala wami owashona ukhulelwe ngimilidile ngizombona kusho ukuthini?
Ngiphupha umzala wami owashona ukhulelwe ngimilidile ngizombona kusho ukuthini?
Ngiphupha umzala wami owashona ukhulelwe ngimilidile ngizombona kusho ukuthini?
Ngiphuphe ngizichecker ukuth ngikhulelwe kwavela olayini ababili bokuth ngikhulelwe
Ngiphuphe Ngikhulelwe sengisikwa kusho ukthin
ngiphuphe ngomuntu engingamazi ...kodwa ngasho igama lakhe...lichaza ukuthini
Ndiphuphe ndisemsenenzini ndishayela reception ndiyophuma ngomnyango nenkunkuma
Ngiphuphe likhadi lase bank liphukile
Ngiphuphe kungathi ngihlezi nabelungu abaningi bayasebenza mina ngihlezi nomunye umlungu engathi ubaphethe kungabe kushoni
Ngiphuphe utshani oluhlaza ngihamba ngibone umthombo wamanzi ngabona ingane eneminyaka 5 ngokuzalwa iqokhe igubo emhlophe magithi ngiyibheka ngaqala ukukhuleka
Ngiphuphe inyoka inhlathu iyahaha ndawonye
Dreaming passing slippery water with my partner manage end with round house with strangers inside
Dreaming passing slippery water with my partner manage end with round house with strangers inside
Niphaphame ngenvula initaxa ngempela ay kancane
Ngiphuphe ngindiza ngiya ekhaya futhi ngithokozile
Ngiphuphe umzimba uphill kodwa usupholile Uma ngisusa isikhumba esishile khuvela isikhumba esihle esimhlope