Previus Page

Incwadi yamakhandlela

Chamomile tea

Phuza i-chamomile tea: Uma une-strees, amaphupho amabi, ukuthuka ebusuku, ukukinyeka ebusuku, ukuhluleka ukulala. I-Chamomile yehlisa i-strees kanye nama-moods, isiza ekuxosheni imoya emibi, izipoki, izikhafulo eziza kuwena nasemzini wakho. Yiphuze noju, ungafaki ushukela, ungafaki ubisi. UGeza abantwana ngayo ukuze bavikeleke emoyeni emibi, chela ngayo izokuvikela kubathakathi. Yitshale izungeze umuzi wakho, izovikela umuzi wakho. Isiza futhi esiswini esihambayo, uma unenkinga yokugayeka kokudla, yehlisa ushukela emzimbeni. Ivikela umzimba ezinhlotsheni ezithile ze-cancer, ama-ulcer, ubuhlungu bokuya kuma periods, ama-allergies, ama-muscle abuhlungu.

Hlanza izandla zakho ngayo i-chamomile ngaphambi kokusebenzisa noma imuphi umuthi. Uma uya kwi-interview yithunyise, uma unesitolo yithunyise estolo ekuseni ngaphambi kokuvula. Isihlahla sayo uyasomisa usithunyise sixhoshe imimoya emibi, silethe inhlanhla nemali abanye bayisebenzisa uma beyogembula bageze ngayo. Ngisho nezinto zokugcoba zikhona ezakhiwe ngayo i-chamomile nensipho, iyasizake i-chamomile esikhunjeni esilumayo ngisho namehlo alumayo abovu; ubilisa lona ikhambi uligcobe emehlweni. Faka imbali ye-chamomile kwi wallet yakho, ukuze ilethe imali. Geza ngayo ukuze uthole uthando nokuvikelela kubathakathi. Uyayihlanganisa ne-bay leaves uyiphuze ukuze uthole ukulala okuphumule.

Thyme

Thyme iyadayisa ezitolo ezingama supermarket kwi-section yama-herbs, uyayithunyisa ukuze uxoshe Imimoya emibi, ulethe izinhlanhla. Ngisho nama-greeks ayayisebenzisa ukuhlanza indawo enemimoya.

Basil

Iyathunyiswa ukuze ilethe imali, umcebo nokuthula ekhaya. Uma kunokungezwani ekhaya uwasha izingubo zomndeni zonke ndawonye ufake i-basil endishini yokuwasha. Uyayishisa futhi ukuze ivikele ikhaya kwimimoya emibi. Yitshale ngasesangweni, iyawuvikela umuzi kwimimoya emibi, yitshale izungeze umuzi wonke. Yomise ugeze ngayo iletha uthando nezinhlanhla empilweni. Uma ufuna umuntu wakho akuthande ugeza ngayo uyihlikihle ezandleni ngaphambi kokwenza ucansi. Uyayithunyisa ukuhlanza indawo lapho uzokwenzela khona umuthi.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Yintoni iBasil ifumanekaphi?
Ndicela ukuvuswa chamomile tea ,bay leaves and basil ndingasifumanapi ndise eastern cape.
Ngicela ukubuza ukuthi Ngingayithola kuphi Basil ne chamomile tea around Durban
Ndicela ubuza zifumaneka phi iThyme, Basil and chamomile tea around Bloemfontain.
Ndicela ubuza zifumaneka phi iThyme, Basil and chamomile tea around Bloemfontain.
Ndingayifumana phi I chamomile,basil, thyme ndisemonti Duncan Village plz mhlekaz
Ngicela ukubuza ukuth itholakala kuphi uBasil
Thokoza gogo ngcela umsebenzi omuhle
Thokoza gogo ngcela umsebenzi omuhle
Mina ngicela ukuncede ukuth ichamomile ngayithola kuphi njalo le basil eyenza ukuthi umuntu wam engithande ngicela ungisize.Ngiyabonga🙏
Ngicela ukubuza itholakala kuphi Basil
Ndifuna uhlolwa Ndifuna sizes ngama Bala busweni bubi busoba bathing abantu ndinezothe bubi buso bam
Ngiyabingelela ekhaya ngimusha bengsacela kuvuleke konke okuvalekile nobaba wengane abuye ayondle futhi
I need your help to make my dreams come true pls
Ndicela ubuza zofumaneka phi mina ndiseRustenburg ndingazithola phi
Ndicelubuza zifumaneka phi ezinto eRustenburg
Fumana phi basil?
Yinto I I chamomile ngesintu isixhosa or isizulu.
Ifumanekaphi iBasil
Chamomile tea uyayiqhaqha usebenzise amagqabi lawayo or wenzanjani
Chamomile tea uyayiqhaqha usebenzise amagqabi lawayo or wenzanjani
Ndidinga utandwa libabazi lam lindifownele linditshaye
Ndicela ubuza ichamomile ifumaneka phi yona
IYATHUNYISWA, UKUCJATHA....what is the meaning of these words?
Ndicela isiwasho semali, nomsebenzi sentlahla
Ngisaba isiwasho semali
Ncela usizo umkami uphume le ngaphandle and kukhanya uyaziqhenya ngakho. Ngisizeni