Sizoxoxa ngokuba nomuzwa wokuthi sengathi ungakhala, abanye baba nalowomuzwa bese kufika lona omunye umuzwa owenza sengathi ungahamba ekhaya uduke nezwe. Ziningi izizathu ezenza ube nalemizwa, ezinye zazo ukungalungi kwezinto, uma uhleli ekhaya ungasebenzi noma ubona impilo yakho sengathi imile lemizwa iyafika. Uma kufika lokhu, kumele uzibuze ukuthi ucabangani, yini lena oyicabangayo ekwenza ufise ukuzibulala, noma lena oyicabangayo ekwenza ube nenhliziyo encane. Uqaphele ne diet ukudla okudlayo kuyawathinta ama-moods. Ukungalungi kwezinto zothando kungakwenza ube nama moods, ukungabi right komndeni wakho nakho kungaba nomphumelela wama moods, kanye nokungabi nemali.
uma uzithuka unama moods yenza lokhu okulandelayo:
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.