https://www.youtube.com/watch?v=LBS9bhXgO5E

Umuthi wokukhipha isinyama udinga lamakhambi alandelayo: Unukani, intolwane, isiqungwa / isqunga, Umaphipha kanye namanye amakhambi esinyama, Uzowahlanganisa lamakhambi ngesikalo esivumelana nawe, uzowagxoba, ayi yimphuphu, bese uya geza, uya phalaza, uya qguma abanye bathi uku futha. Uzosebenzisa iyezi leli : ukugeza isinyama, ukugeza isisu esaphuphuma, nawe owakhipha isisu, ukukhipha isilwane, ukukhiph isichitho, geza amathunzi amnyama, ukususa isikhwakhwalala. Kodwa kuncika kuhlobo lwesilwane noma isinyama ofuna ukusikhipha kungenzeka ufake amanye amakhambi ngaphezulu ukuze umuthi wakho usebenze kahle.

Isinyama english
Isinyama

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngicela ukubuza impande umembeso owumuthi wenzani
Ndicela ukwazi ngomuthi wokwelapha ibekelo. Lise Litsha, inyawo lindindisholo linako nokushisa okuncane
Mndicela ukuncedwa umntana warm oyintpmbi usebenz iziyobisi akafini nokundibona ufuna ukundibulala nabantwana bakhe ababini.xa endibona ubona umthakathi