Ukuzehlisa isisindo
Apple cider vinegar
Lo vinegar wehlisa izinga lashukela emzimbeni, bese futhi usiza ekwehliseni isisindo sakho. I-vinegar Ihlasela amafutha, yehlise nomkhaba.
Udinga i-tablespoon eyodwa ngosuku ka vinegar. Izokwehlisa ushukela emzimbeni, amathuba okuphathwa izihlobo ezithile ze-cancer, namathuba okuphathwa isifo senhliziyo azokwehla.
Food to eat
Udinga ukudla okunama-proteins, fat nama-vegetables. Ama-protein abaluleke kakhulu ekwehliseni isisindo. Inyama e-right yilena enamacebi amancane ebizwa nge-lean meat.
Nansi inyama e-right ongayidla: Beef, chicken, Venison, pork, lamb, Ground Turkey, Fish etc. Uma upheka inyama bheka amacebi abonakalayo uwakhiphe,
ubopheka ngendlela esusa amafutha, yibilise noma uyifake emlilweni bese uzama lamafutha okupheka alandelayo: Olive oil, Coconut oil, Avocado oil etc.
Vegitables
- Ngezansi yi-list yama vegitables azoba wusizo ekwehliseni i-weight.
- Brown rice
inempilo kakhulu yehlisa isisindo, inciphisa amathuba okuphathwa isifo senhliziyo.
- Lentils
anempilo akwenza wehle ushukela nesisindo.
- Beans
ubhontshisi muhle ekwehliseni amafutha emzimbeni.
- Broccoli
iphikisana nokuthi umzimba ubeke amafuthi ngaleyondlela uzokwehla isisindo.
- Watercress
okuhle ngokhelengisi ukuthi uyazimilela emifuleni eminingi yasemakhaya, futhi nasezitolo ezingama supermarket uyadayisa, uthi bewazi ukuthi ukhelengisi wehlisa ushukela emzimbeni, ulwisane nokukhuluphala?
- Quinoa
inempilo, yehlisa isisindo.
- Amazambane
ane starch esiningi kodwa akulungele ukudliwa ngabantu abehlisa isisindo, bilisa amazambane akho wenze ngawo imash. Ungawadli kodwa ama-fries.
- Leafy Greens
sikhuluma ngemifino efana ne-Spinach, cabbage njalo njalo, lokhu kunama carbohydrates amancane ne-fiber eningi edingwa ngumzimba wakho.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |