Ukuzama ukukhulelwa

ukukhulelwa ngokushesha usebenzisa ulwazi esizokubhalela lona lapha ngezansi, sizokuchazela ukuthi ukhulelwa kanjani umuntu wesifazane, wenza njani ukuze ukhulelwe ingane esiswini. Yenziwa kanjani ingane? ukwenza ingane kulula , kudinga UMUNTU wesilisa no wesifazane embhedeni.

Ushintsho lokuqala okumele ulenze ukuyeka ukuphuza i-coffe, ukuphuza kakhulu i-cofee kwehlisa inzalo kubantu besifazane futhi kungase kwenze ukuphuphuma kwesisu. Kumele uyeke ukusebenzisa okokuvikela ukukhulelwa, uma bewusebenzisa umjovo (Depo-Provera) kumele uyeke 9 months ngaphambi kokuzama ukukhulelwa.

Ovulation

Cishe inyanga nenyanga umuntu wesifazane wenza iqanda elilodwa noma amabili. Ngesikhath se-ovulation iqanda lisuke selikulungele ukuchanyuselwa. Abanye abantu besifazane bacabanga ukuthi bangakhulelwa noma yinini uma benza ucansie, cha kunezikhathi lapho ungeke ukhulelwe khona uma wenza ucansie, i-ovulation yenzeka cishe amahora angu-24, ukhumbule isidoda (sperm) siyahlala enkomeni kufinyelele ezinsukwini ezingu-5, isikhathi esiningi i-ovulation yenzeka osukwini luka 14 lwenyanga yakho, kodwa abantu besifazane bahlukene kuhle uxoxisane nodokotela wakho.

Uzobona ngani uma ukwi ovulation? Abantu besifazane abafani, abanye baba nalezimpawu: uketshezi oluphuma esithweni sangasese, ukulangazelela ucansie, ukushintsha kokushisa komzimba (body temperature), amabele abuhlungu, umuzwa wokuhogela uyanyuka, abanye abantu besifazane bayayizwa i-ovulation kuba nobuhlungu obuncane esinyeni. Uma uyazi i-ovulation yakho kungabancono uqale wenze ucansie 3 days before ovulation.

Izindaba ezinhle ukuthi uyakwazi uku-tester i-ovulation, kukhona ama-kit okuhlola i-ovulation ukuze uzazi uma isifikile nokuthi ifika nini nenyanga. I-fertility monitor yona ikwazi ukuhlola lapho i-fertility iphezulu khona, okusho ukuthi ikutshela lapho emaningi khona amathuba okukhulelwa. Ukukala ukushisa komzimba ungasebenzisa ithuluzi elibizwa nge-Basal body temperature monitoring, ongakwenzake ukuthenga lelithuluzi lokukala ukushisa komzimba ulisebenzise njalo ekuseni uma uvuka, uzobona lapho inyuke kakhulu temperature yakho, lelithuluzi lidinga ulisebenzise isikhathi eside khona uzojwayela irange ye-temperature yakho.

Ukuzama ukukhulelwa

Kukhona izinto ezingelona iqiniso ezikhulunywa ngabantu: izitayela zocansi aziwenzi umahluko ekukhulelweni, asikho isitayela esikwenza ukhulelwe ngokushesha kunesinye, abanye bathi emva kocansi lala ngesisu uzokhulelwa nakho lokho akulona iqiniso. Kunenkolelo yokuthi uma umuntu wesifazane engakhulelwa inkinga isuke ikumuntu wesifazane, cha kuyenzeka inkinga futhi ibe kumuntu wesilisa. Uma usebenzisa i-Lubricant nomuntu wakho, ake ubheke ukuthi i-lubricant iyazwana yini ne-sperm. Kunabantu besifazane abafaka izivalo zama-bottles ka drink enkomeni ngoba bethi bavala inkomo, bavala nokukhulelwa, lokho kungakwenza ulale esibhedlela, ungayifaki into engasile enkomeni.

Abanye bathi bayezwa uma bezokhulelwa ngalesikhathi benza ucansie, cha kayikho indlela yokuzwa lokho. Ayikho indlela yokuzwa uma isperm sichamusela iqanda. Uma ulale namadoda amaningi izinsuku zilandelana kayikho indlela yokwazi ukuthi ingane ingeyabani, isidoda siyahlala egazini izinsuku ezingu-5. Isibonelo: uma ngomsombuluko ulale nendoda yokuqala, ngolwesithathu walala nendoda yesibili, kungenzeka ngolwesihlanu isperm sendoda yokuqala sishaye iqanda. Ukuze wazi ukuthi ingane ingeyabani kuhle wenze i-DNA test.

Ukwenza inkomo (inanazi) ibe tight

umuthi wokukhulelwa

Ukuqeda iphunga le nkomo


Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
kuzanywa kanjan ukukhulelwa cela nje impendulo kuthi xa ulala nendoda yakho kdwa awukhulela sekubonyaka abayi 3
Ngcel ungikhulekise mina ngithole umntwana
Guyz into engenza ngikhomente ukuthi ngenze ama pregnant test awu2 ethi enye one line other one ithi 2 lines
Ingxaki yam andichami xandi senza ucantsi ne babaz
Ngiyakhona yini ukusebenzisa imixovo for inanaz e tight if ngikhulelwe??
Ngicela ungikhulekisi ngithole abantwana ngibenenhlanhla
Ngicela ungikhulekise ngithole abantwana nje qha yiso isfiso engilaso empilweni yami njalo yiyo inkinga yokuqala engicakisayo
Mina ngicela ningkhulekisa ngithole abantwana
Mina ngicela ningkhulekisa ngithole abantwana
Mina ngicela ningkhulekisa ngithole abantwana
Ndicela umntwana ngoba 15yrs ndifuna ukhulelwa ngibe nomntwana pls sizani bo
Ndingenze njani ngifuna ingane kudala sizama nomyeni wam
Ngicela usizo ngifuna ukuceba
Yini engingayenza ukuze ngiye emalangeni ngabrokheka ngifuna ingane pls
Ndicela I Mali nomshado
Ngavala after abantwana abay 3 ngoba ngangizala ngomthungo ba bopha ama tube manje sengfuna umtwana ngenzenjan
Ndicela nindincede nindikhulekise ndifuna ukuba nengane
Ndicela nindincede nindikhulekise ndifuna ukuba nengane
Ngicela ningikhulekise ngithole in-game
Ngicela ukukhulelwa ngavala 2014 sengiyifuna ingane manje
Ngicela usizo lwemali isimo asikho kahle ekhaya, ikati lilele eziko angisazi nokuthi ngizophuma ngibhekephi ngiyacela nkosiyam uma usizo lukhona ngisizeni, bengikade ngizama ukungena kodwa kube nzima lamulelani bo
Ngicelisa imithandazo yomsebenzi lenhlanhla yemali ikakhulukazi umsebenzi
Ngiceli mali engapheli
I want to gain weigh
I want to gain weigh
Mthandazi ngicela ukuthandelwa ngingezelwe I pay at work loku shadwa ngumuntu wami
Ngicela ungikhulekise ngithole umntwana ngile 27 yrs ngizama lutho ukubamba isisu,sengathi ukukhala kwam kungezwakala.AMEN🙏
Cela ungikhulekise kunyama kum abantwana umsebenzi igali laphela kum,enkos mama
Cela ungikhulekise kunyama kum abantwana umsebenzi igali laphela kum,enkos mama
Mna ndi cedi yintoni ukhulelwa ngoba cubes zamu zi blockile ndine 8yrs ndizama kulo mfana ndifake ne junction evula aba pipe amu tuu usebenza nceda le ntombi indimu
Ngifuna uszo4 umuntu wam ngfun abengowam ngedw
Ngicela usizo nginamafibrois esibelethwen,angaz noma kukhona yin ikhambi lesintu elingangisiza ngiyabonga.
Ndicela ncedo ndifuna umntwana
Ndicela imalo
Ndicela iMali ndifuna ukwakhela umama
Ngicela ukukhulelw kuyek ukt f nginomunt wam isisu sivel sincithek...yaz ngicel ingane mnje cel ningikhulekisen bagcwele
Ngicela ukubuza ukuthi ukuzama ukukhulelwa wenza ngani
Ngicela usizo ngine nkinga Yama fibroids ngicela ikhambi elingangisiza nesisu Sam saphuphuma ngenxa yawo and abuhlungu.
Ngicela umkhuleko nosizo njalo umangibambile isisu siyaphuphuma angazi yinindaba kwenzeka loko njalo umangibambile Nyanga Uma ngizizwa engathi ngikhulelwe,kodwa umangiya eClinic bathi ababoni lutho angazi ungani kwenzekaloko ngicela usizo
Ngicela umkhuleko nosizo njalo umangibambile isisu siyaphuphuma angazi yinindaba kwenzeka loko njalo umangibambile Nyanga Uma ngizizwa engathi ngikhulelwe,kodwa umangiya eClinic bathi ababoni lutho angazi ungani kwenzekaloko ngicela usizo
Ngicela umsebenzi okukany imali plc
Ngicela imali ephephile .. ngiyashweleza Doc🙏🙏
Mna cela ubuza ndayeka ngo 2008 ucwangcisa but kudala zama ukwenza mntana hay akaphumi tuu ngk sexakiwe
Ngicela bandl ukisizwa ngithole umntwana semi thathu iminyaka sizama no hubby Lutho ngenze njany secabang kuth ngine nkinga ngphelelwe yinzalo
Ngicela kubamba ngathi mangibamba kudedeleke ngcela nomshado isoka lam livelekhaya nam ngibe umuntu wakhe ngokusemthethweni ahlukane nalo awayesemlobolile
Ngicela kubamba ngathi mangibamba kudedeleke ngcela nomshado isoka lam livelekhaya nam ngibe umuntu wakhe ngokusemthethweni ahlukane nalo awayesemlobolile
Mina nginenkinga mangilele nomuntu wesilisa angichami ngicela umkhuluko
Ndingenza njn ukuze ndikhulelwe
Mna xa ndilala nomyeni iwam ndibamanzi and kudala sizama umntwana Nam bendicela uncedo
Ndicela imali mna yhooo ndiyasokola
Ndicela imali mna yhooo ndiyasokola
Cel ukukwaz wenz kanjn if ufun kukhulelwa
Kuzanywa kanjani ukukhulelwa cela impendulo ngilale nimuntu wami iyinyanga eyi3 kodwa lutho ukukhulelwa
Ngine problem yongasebenzi neyongahlalwa ngamadoda inoba yintn?ndiphinde ndicela ubuza uma ufuna amawele wenza njn Nokutyeba?
Ndicela imali ndifuna ukokha umzi onhowam.nomsebenzi oryt lona unemali encinci
Ndicela imali ndifuna ukokha umzi onhowam.nomsebenzi oryt lona unemali encinci
Ndicela ukukhulekwisa ndinengxaki yongakhulelwa ndidinga nomsebenzi
Cela ningisize sino muntu wami kunini sizama ukuth sibe nomntwan
Ngicela ungikhulekise ngithole abantwana nomsebenzi kwamasipala
Ngicela ungikhulekise ngithole abantwana nomsebenzi kwamasipala
Ngicela ningithanfazise sengibathe ngiyazama akulungi ngiyabamba isisu siyaphuma
Ngicela mithandazo ndavala ma tubs after 3 bantwana manje ngizoza ngidinga ingane plz amen
Ngicela ningithandazisa plzz plzz plzz 🙏 ingane
Ngicela usizo olubanzi ngidinga umtwana
Ndine nkinga yonga khulelwa
Ngicela ningisize ngithole umntwana Kade sozam no Myeni wam
Ngicela ningikhulekise ngithole umtwana emshandweni
Ngicela Imkhuleko Yenu Ngidinga Umntwana
Ngicela ukbuza if kade jova nge depo uyqeda njn emzimbeni ukuze ukwaz ukukhulelwa
Ngcela ukubuza kuth mawuhlala iskhathi eside ungamtholi umntwana kusuke kwenziwa yini ngsajovi
Ngicela ukukhulelwa bandla sesineminyaka emithathu nomuntu wamY singayitholi ingane
Ndicel nindithandazise ndikhulelwe umntu wam funa kusa amalobolo ekhaya kodwa ngeke aye untill ndikhulelwe anisize Bantu 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Ndingenza njn ukuze ndifumane umntana ndicela uncedo
Uma ungasayi esikhathini kuthiwe. Ukwi monopolies ungenze njani