Jikanelanga umuthi ujikanelanga usebenza wenza isibambelelo sothando, umuthi wokulapha idliso, uyasebenza kakhulu ekwenzeni umuntu akhumbule, wuphuzise izingane zesikole zizokhumbula kahle ezikufundisiwe ziphase kahle, umuthi wokuphasa. Ujikanelanha umuthi uyangena futhi emithini yokuhlukanisa abantu.
Wenzani umuthi ujikanelanga?Sfiso Mkhungo Makhehla ngisacela ukuphosa nam esvivaneni Uma umsola owakwakho ukuthi uyakujolela kodwa awazi ukuthi uganga noban Asenze kanjena : Thola inhlamvu kaphephelelangeni uyehlukanise phakathi uthathe ucezu olulodwa ulufake ngaphansi kwesiqamelo sakhe alale phezu kwayo kuyothi ngaleskhathi efikelwa ubuthongo kuyoba sengath uxoxa nalo ishende lakhe uyozikhipha zonke abazixoxayo uma bendawonye uyoze uzwe namagama ababizana ngawo wena uyomnyakazisa uma usukuthole konke obufisa ukukwaz
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.