foshela umuthi uyaphalaza ngawo ukhipha isinyama uyahlanza igazi ukwenza uthandeke, uma ungumuntu wesilisa uzobona amantombazane ekulandela. UFoshela umuthi wogazi. Ufoshela ngike ngiwukhiphe lapho kuza umuntu ezofuna isikhafulo uthi usisebenzisa isikhafulo ube uthandeka kuyenzeka uthi usafutha ngawo or usaphalaza ungakapheli u 3 days uzwe phone iringa sesifona isithandwa sakho.
UFoshela umuthi uyathakwa neminye imithi efana no losina uwufaka kancane urosilina umuthi lapho uzoba isoka lamanyala, uma ungumuntu wesifazane kuze kume namaphoyisa uze usabe uthi uyaboshwa kanti cha azokufuna inumber.
Abesilisa nabesifazane bayawusebenzisa ufoshela.
Ufoshela, Uyangena kumuthi wogazi, Uyangena kumuthi wokuthandeka, Uyangena kumuthi wezintombi, Uyangena kumuthi womsebenzi, uyaba isinqgabo se cv, uyangena kudumba kasibumbu, uyaphuzwa uma unomzimba omubi, uyangena kwisibango sokuxosha umnewenu. Ngawo uyaphalaza, uyageza, uyaqguma. uphalaza ubanda noma ushisa
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.