Umampunzana wenzani umsebenzi wawo?

Umampunzana umuthi wenhlanhla uma ufuna ukuba nenhlanhla ulungelwe izinto uyawuthaka neminye imithi Umampunzana ngithi lendunku iyasebenza kubantu abathengisayo noma abalaphayo. Umuthi wokuthengiswa uyathakwa ngomampunzana, umuthi we business uyathakwa ngomampunzana. Umuthi wokudonsa imali uyathakwa ngomampunza uma ufuna sikuthakele sithinte. Iyavula iyadonsa kakhulu induku eyenziwe ngomampunzana.

Vula impumelele ngomuthi

Umuthi wempumelelo or wokuphumelela empilweni, ake siyeke ukuba izehluleki empilweni thatha lomuthi ubone impilo ishintsha Umuthi wokunyuselwa emsebenzini - job promotion. Umuthi wokuhlonipheka onesizotha phakathi. Umuthi wokusondeza zonke izinto ezinhle kuwena ngoba sifake usondeza kuwona. Sabese sifaka ingoba makhosi ukuze uzophathiswa okwenkosi lapho ukhona. uboke uthathe lomuthi uwuyise kumuntu owelaphaya owaziyo umuthi uzobona encoma.

letha inhlahla

Ukuvula inhlanhla lomuthi uletha inhlanhla , umuthi wokulandelwa izinhlanhla empilweni. Wusebenzise noma ugembula.

umuthi wokuthandeka

Umuthi wogazi lona umuthi wokuthandwa izintombi wokuthandwa abaqashi wokuthandwa amadoda. Umuthi wokuba isithandwa kuwowonke umuntu, umuthi wokuqaqa igazi ungabi negazi elimile kubantu, ungaze uye kolanda imithi yezitha ngoba abantu bexabana nawe bekuhleba bekuzonda bethi uphakeme kodwa wena ube uzazi awuphakeme, ubobheka izitha ezinye zidalwa imithi ofakwe yona, ake sikwenze ube muhle ngisho abathakathi bazokuthanda bakuyeke bangakuthakathi.

Senzie ngiyabingelela layikhaya lokuphila ngicela usizo nginekinga yokuvele ngithi ngisahleka nomuntu ngibone eaengihlinela ngokunjalo nasemuntwini engithandana naye kuba njalo sengize ngakhetha ukungabi namungani ngizopholele umuntu ngingamenzanga lutho uthole ukuthi omunye umuntu okanye abantu mehlangana nami ngimubone ekhophoza kukhona oseZe wangitshena ukuthi eyi ngiyasiqhoka isikhumba senja ingiphethe kabi lento naku facebook ngike ngasukelwa umuntu wathi ngibukeka sengathi ngiyashaya eyi inhliziyo yami iba buhlungu ngoba angazi nginani mina nasemusenzini ngivele ngibe naleyo kinga ngikhuluma nje angithandani namuntu

Admin Ake uzame umampunzana , uzobuya uzongipha R200 izinto zakho zizoshintsha. Iyona lento ebengikhuluma ngayo ukuthi uvele usukelwe abantu empilweni ube nezitha, ungaze uthole isikhali uhambe naso kanti inkinga ikuwe ihamba nawe.

Senzo A ngicela uncedo kakhulu ngihlushwa impukane mangesizo impukane kwesinyisikhathi inyosi or inyekevu zingilandela ngendlela engingayiqondi cz ngifika endaweni kukuhle ngihlale or 5 minutes ayi ayi ngiyobe sengiphebeza ngingaqedi lpho zilwa nokuzemlonyeni endlebeni emehlweni celusi

ukuphupha Umampunzana umuthi

Amaphupho ngomuthi Umampunzana, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Umampunzana? ukuphupha umuthi Umampunzana ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp