Abaprofethi wenzani

Abaprofethi umuthi bayangena emthini yokukhuphula isithunywa. Banyangena kumagobongo. Uyasetshenziswa ukubona izinto esibukweni. Uyangena emthini wokudonsa amathwasa. Uyawusebenzisa ukucacisa amaphupho, nokuveza izinto emaphusheni.

ukhamba lokuphakamisa idlozi

ukhamba lokuphakamisa isthunywa, ukhamba lokuvula okuvaliwe ukuthi ungabhuli, ukhamba lokuphakamisa idlozi, ukhamba lokuphakamisa umoya.

abaprofethi umuthi uhambisana nezinto zedlozi kanye nesithunywa isikhathi esiningi. abaprofethi bayahlanganiswa neminye imithi ukuze wenze izincabo zokubhula. Uma idlozi lakho lithule lingakhulumi lomuthi futhi uyathakwa ukuze wenze idlozi likhulume.

umuthi wokukhuphula isithunywa

Sikhushulwa kanjani isithunywa ngomuthi nali igobongo lesithunywa uyalidla ukuze sikhuphuke isithunywa

ukhamba lomhlahlo

igobongo lomhlahlo leli

ukucacisa amaphupho ngomuthi

Umuthi wokucacisa amaphupho , uma ukhohlwa amaphupho noma uvuka usukhohliwe uphuphe ini? Bese uyazilalela ishunqa kanjalo .

Ukuhlamba izidalwa zingeniswe ekhaya kuyinto ebaluleke kakhulu. Uma ungakwenzanga lokhu ujwayele ukuba nezinkinga empilwenil Uma uhlushwa imimoya yedlozi kumele uyilungisele ngoba ivele ivale konke empilweni yakho.

izimpawu zabantu abadala

Signs of amadlozi list Izimpawu zemimoya yedlozi Kuningi ..... Liyini igobongo liyini ibhudlu. Igobongo ilezinkamba eziba ntathu . Ibhudlu Lona ilokhamba lokuqala oludliswayo okwilona oluhlukanisayo ukuthi ungenwe imimoya enhloboni

Yandoo Lumka Durban Ngiyakhuleka emakhosini ngicela ukuhlala endabeni.Ingane Yami ina17 iyisangoma esihlolayo kodwa esingawazi umuthi .Ugabela wayo esathwasa khona wayefihla amagama emithi .Wayemnika isihlangene angamtsheli ihlangane kanjani.Ngoba wathi usemcane uqale ukuthwasa ena15yrz Namanje akakaphotholi .Ngoba logabela usifuna imali ngathi kanjani ingane ithi Wena awuyitsheli indlela yokwazi imithi. .Omunye uthe uDinga inkomo ngokuyifundisa ingane imithi.Sadidekile Okwamanje .Ngicela ukubuza Uma kunjena wenza kanjani

Nkosy Nzama Wecc umthetho wesangoma aselaphi siyahlola kuphela noma sihlahle

Nelisiwe M Masondo Ukuthwasa cc akukona ukufunda imithi, umuthi uzowufunda aze afe ngoba vele awuqedwa, nina bhekani kuphela ukuthi idlozi leli alizilele libukhali na. Udaba lokufunda imithi lulula kabi uyofundiswa omunye nje umuntu mhlawumbe angafuni ngisho inkomo, leyonto ifana nokubhula ngamathambo akufundelwa ephehlweni ufundiswa nje umuntu thizeni uma ufuna ukubhula ngamathambo. Nina phothulani umntwana mhla nixoxa ezokumphothula bese nibuza ukuthi ibhuku lakhe liyimalini ngoba uma esemkhipha kumele amkhiphe nebhuku, uyobe eseziqhubekela yenake ngokwazi ngokwesuphiwo sakhe

Lindeni Ndwandwe Angaz kahle kodwa kule part okunye engike ngikuzwe ukuthi uma oza neskhwama sobunyanga emtshengisa r emtshela ngemithi...kumele asicele iskhwama kumnini waso ukuze adedele kahle nemithi yakhe...kodwa ke kokunye ukwenza akufani....ngoba noma ugobela angamfundisa, eminye kumele bamvezele okuwuye omnika iskhwama sokwelapha.

Frank Cain Ukuthwasa cc akukona ukufunda imithi, umuthi uzowufunda aze afe ngoba vele awuqedwa, nina bhekani kuphela ukuthi idlozi leli alizilele libukhali na. Udaba lokufunda imithi lulula kabi uyofundiswa omunye nje umuntu mhlawumbe angafuni ngisho inkomo, leyonto ifana nokubhula ngamathambo akufundelwa ephehlweni ufundiswa nje umuntu thizeni uma ufuna ukubhula ngamathambo. Nina phothulani umntwana mhla nixoxa ezokumphothula bese nibuza ukuthi ibhuku lakhe liyimalini ngoba uma esemkhipha kumele amkhiphe nebhuku, uyobe eseziqhubekela yenake ngokwazi ngokwesuphiwo sakhe

Aliwena Mpatsamwayi Imithi umuntu utifunda nsukuzonke.Ma uhlola bayakukhomba nokuthi usebenzise muthi bani ukwelapha lomuntu omsizayo iskhathi esiningi nedlozi lakabo lowo muntu nelakho liyakukhomba indawo lomuthi okumelwe uwusebenzise ukuthi ukuzowutholaphi.Makaqine esiphweni wakhe ajule nasekuxhumaneni nedlozi uzoyazi imithi engafundiswanga muthi.Uzothola ukuthi uzomfunela umuntu ozomfundisa imithi and amadlozi athumele abantu abanenkinga ezofuna umuthi angawufundiswanga segcina esebenzisa lo awufundele umuntu angasizakali besesithi udla imali yabantu kazi indaba zakhe kanti uvinjwa yilekuthi ukalelwe imithi okumelwe ayisebenzise wavalelwa ukuba anabe elwazini lwemithi.Thokoza

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha