Umampunzane uyafutha, uyaphalaza. ususa isidina, uletha izinhlanhla, ungena nasemthini we business. uyangena kumuthi wokuthola umsebenzi. uyasebenza futhi uwodwa. uyangena kumuthi wesikhundla. Eligama likamampunzana Induku kaShaka.
Senzie ngiyabingelela layikhaya lokuphila ngicela usizo nginekinga yokuvele ngithi ngisahleka nomuntu ngibone eaengihlinela ngokunjalo nasemuntwini engithandana naye kuba njalo sengize ngakhetha ukungabi namungani ngizopholele umuntu ngingamenzanga lutho uthole ukuthi omunye umuntu okanye abantu mehlangana nami ngimubone ekhophoza kukhona oseZe wangitshena ukuthi eyi ngiyasiqhoka isikhumba senja ingiphethe kabi lento naku facebook ngike ngasukelwa umuntu wathi ngibukeka sengathi ngiyashaya eyi inhliziyo yami iba buhlungu ngoba angazi nginani mina nasemusenzini ngivele ngibe naleyo kinga ngikhuluma nje angithandani namuntu
Admin Ake uzame umampunzana , uzobuya uzongipha R200 izinto zakho zizoshintsha. Iyona lento ebengikhuluma ngayo ukuthi uvele usukelwe abantu empilweni ube nezitha, ungaze uthole isikhali uhambe naso kanti inkinga ikuwe ihamba nawe.
Senzo A ngicela uncedo kakhulu ngihlushwa impukane mangesizo impukane kwesinyisikhathi inyosi or inyekevu zingilandela ngendlela engingayiqondi cz ngifika endaweni kukuhle ngihlale or 5 minutes ayi ayi ngiyobe sengiphebeza ngingaqedi lpho zilwa nokuzemlonyeni endlebeni emehlweni celusi
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |