Iboza wenzani

Iboza isihlahla or iboza umuthi uses and benefits Iboza liyasetshenziswa ukuphalaza ukiline isifuba, iboza liyasetshenziswa ukuqeda umkhuhlane, ukuqeda ukukhwehlela, iboza liyelapha izifo eziningi emzimbeni. Uma umzimba uluma emva kokuthinta amanzi uhlanganisa iboza neminye imithi ugeze ngalo.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Usondeza isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi usondeza okuhle kuwena okufunayo, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokusondeza inhlanhla, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandeka. Uyasebenza ukubuyisa isithandwa sakho. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokubiza imali. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokugembula, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokusondeza idlozi elingakhulumi neliflathele, uyafutha, uyageza, uyaphalaza.
Intuma isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyachatha, iyangena emithini ye business. Ayisondezwa emlomeni iyabulala. Iyangena emithini wokuvikeleka, iyafakwa nasesikhwameni. Uyathoba ngayo uma unomeqo ezinyaweni. Izimpande zayo ziyachatha uma ufuna abantwana. Iyangena emithini yokuvusa imizwa. Kunomahluko phakathi komthuma nentuma.
Umthuma isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Intuma enkulu iyachatha, iyachatha uma ukhipha isichitho sezintwala. Uyathoba ngayo uma unomeqo ezinyaweni. Izimpande zayo ziyachatha uma ufuna abantwana. Iyangena emithini yokususa imizwa. Kunomahluko phakathi komthuma nentuma.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha