iNGOBA NDLOVU / gobandlovu wenzani

NGOBA NDLOVU / gobandlovu umuthi wenzani? uyangena kwizikhafulo, uyasikhipha isilwane. Uyageza ngalo neminye imithi before ulale no partner as idliso locansi, liyawasha amashidi futhi ulale nomuntu as isibambelelo. Lomuthi uyangena kwidliso locansi, uyangena kwisigezo esikhothwayo, uyangena kwizincabo zocansi, uyangena emthini yokubethela ekhaya. Uyangena emithini yokukhuluma nomuntu enze akushoyo.

igobandlovu umuthi uses

Igobandlovu is used for

Igobandlovu umuthi wesizulu uyagquma uyageza ngawo . Wenza izinto eziningi lomuthi uyakwazi ukusebenzisa ukubuyiseni umuntu owawuthandana naye , uyakwazi ukucela izinto kuwona noma ngabe yini oyifunayo , uyawusebenzisa kakhulu ekufuneni umsebenzi, umuthi wokuthandwa abelungu emsebenzini bakunyusele esikhudleni , badedele imali enengi . Uma kunomuntu okukweladayo uyasebenzisa lomuthi ekutheni umuntu abuyise imali yakho .

igobandlovu ekwelapheni

Igobandlovu umuthi wokwelapha namuhla ake sizame ukujula ngempande sibone kuthi impilo siyisindisa kanjani uma umelaphi angekho eduze size sifike kumelaphi umphefumulo usahlangene nenyama. Umeqo nesifo sezinyawo kuyingozi engeqiwa ntwala,umeqo unokushaya unyawo kubenzima nokulisukumisa, thola u gaya kube yimpuphu ushise into engamakhezo amabili wenze isigcabo, omunye uwenze imbiza uphuze nawe usuphilile.

igobandlovu umuthi siyawufaka emithini yedlozi

Umsebenzi wegobandlovu ekususeni idlozi elibi uvule ukukhanya

Futha, phalaza, ukhulume uthi idlozi elibi alisuke kuwena, uzobona umsebenzi uzovela, imali izovela.

umuthi wokuthandwa

Lomuthi uyipackage wonke uyahambisana, muhle uma kunabantu abavele bakuzonde ungenzile lutho.
Step 1
Uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
Uzothi uma uya kubantu labo abakuzondayo noma uya emzini kuwu december uphalaze ngalona. Noma uhamba uyoshela, noma uhamba uyofuna umsebenzi.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngibonge ngokusicobelela ngolwazi Mkhulu Mnelisi. Bengisacela ngiyafusa ukuthi ngikhulume nawe. Kuningi okwenzekayo empilweni yami.
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha