Ikhathazo (iqwili) wenzani

Ikhathazo (iqwili) liyangena emthini wokufuna umsebenzi, liyangena emthini wokususa isichitho, liyangena emthini yokucupha umfazi noma indoda kwezomathandana, uyangena emthini wokukhipha isilwane. Iyangeni emthini yesibango. Uyangena emthini lapho ufuna umuntu akulalele. Umuthi wokucupha abathakathi. Ukubuyisela emuva izindu-ku ezigadla kuwena. Liyangena emthini yokususa umeqo. Uyangena emthini webhola.

ikhathazo umuthi lo ongena ezindaweni eziningi nalapho ufuna ukuvala isibhamu khona uyangen lomuthi. Ikhathazo ulikha ebusika ngoba ehlobo lingenisa izulu, uma ulikhe ehlobo uligcoba ngobulongwe bese ulibeka kude nezindlu lize lomele khona bese uyalisebenzisake. Ikhathazo lixutshwa nonsukumbili ukuchathela umzimba obuhlungu.

susa isikhova ekhaya

iskhova esikhala ebusuku ngo 12 kuvuke wonke umuntu ekhaya, biza intombazane engakagangi nabafana ichele mase lithambeme ilanga noma kuchele ugogo wasekhaya ona 70 kunyuka: umuthi wokuphindisa izinduku emuva. Chela ikhulumise uphindise emuva iyagquma iyageza iyaphalaza

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha