Ingwavuma wenzani
Ingwavuma umuthi iwumndeni wemithi enegama elithi “vuma” yonke imithi enovuma, iyalalela ivume yenze othi ayikwenze, ingwavuma iyangena emithini yesibambelelo, iyangena kwisikhafulo, iyangena emithini yokuthandeka, iyafutha, iyaphalaza. ingwavuma uyayenza ibe yibutho iyodwa.
Ingwavuma uma uyishisa uyihlanganisa neminye imithi yakha ilumbo elinamandla, uyancinda ngayo, uphindisele okubi kumthakathi.
Iphunga elibi emzimbeni
Uma ungumuntu wesifazane unephunga elibi ngaphansi geza ngengwavuma lizophela, nanoma unephunga elibi
emzimbeni futha ugeze ngayo.
Umuthi wokuhlonipheka
Umuthi wokuhlonipheka? Iyondwa ingwavuma uyayisebenza ufuthe, uphalaze, ugeze yakha isithunzi nokuhlonipheka.
Note: nomahluko phakathi kwesithunzi namathunzi.
umuthi wovalo , uhlala wesaba , uhlala wethukile
Ingwavuma
Umabopha
Umankunkunku
Gaya kahle kubeyompuphu eFine wena oshawa uValo ubokhotha ungesabi nje kalula noma uhlez uthukile syakuvala loko
Umuthi wenhlanhla usebenzisa ingwavuma
Ingwavuma
itshe labelungu
undiyaza
unukani
umkhondweni
Upheke ubile, ucele inhlanhla kuwona, ugqume ngawo izinsuku ezintathu kuya ezinsukwini ezinhlanu.
Umuthi wokukhulumisa idlozi. Idlozi elithule engathi lifile, idlozi elingaxoxi,
idlozi elingaveli, ake senze idlozi liphile likhulume.
umgwenya obovu
uqhume
usimanaye
ibheka
umqhandane
ovukabonke
iphophoma lonke
iphakama lonke
isigqiki somkhovu
umaguqu
umphenduli
Ndabangehle
ivulandlela
ngibonisele
ingwavuma
isambulo
sinelinye page elikhuluma ngengwavuma
Funda more ngengwavuma
VIDEO
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Video efundisa ngemithi yonke
VIDEO
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha