Iphamba wenzani
Iphamba - laphansi nelaphezulu
liyangena emuthini wezitha, emithini yamaphoyisa nokudla ezigebengwini, uyangena emuthini wenhlanhla. Uyangena emthini yokuhlonishwa. uyangena emthini yokuphindisa kubathakathi. uyangena kwisikhafulo. Uyangena emthini wokuzivikela kwizigebengu. Uyangena emthini emayelana nedlozi. Iphamba laphansi liyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.
ukukhulumisa idlozi
Idlozi alikhulumi kodwa ababonayo bathi wena unabantu abadala abadinga into ethile kuwena,
kodwa manje awukholwa, ake senze idlozi liziveze lizisholo lona, khuluma dlozi.
- mhlahle
- isambulo
- phamba elimhlophe
- bhubhubhu
- uhlunguhlungu
umuthi wokuxabanisa izitha
Umuthi wokuhlakaza izitha, ubokwazi ukuthi lomuthi wohlale unomhlakaza phakathi.
- Ubhekezansi
- Udabalungehlele
- Mhlakaza
- Mphafa
- Nyazangoma
- Mpinda
- iPhamba elimpofu
umuthi wokuvika idliso
Idliso lizoziveza obala uzothi ekulethela iplate livele liwe,
ukudla okunedliso akusondeli emlomeni wakho, yinhle lenduku uma unesithembu,
abafazi bezama ngayoyonke indlela ukukudlisa.
- uMpunyu
- iPhamba
- Mahlabazihlangane
- Njambi
- uKhamba oluphunyukile
- amafutha enyengelezi
- Vuka
- Itshe ozolicosha emgaqweni oyigravel lapho kuhamba khona izimoto, libe seceleni hai maphakathi nomgaqo
Awudliwa lomuthi kodwa enza ibhande ngawo.
izihla amabala ebusweni angasuki.
uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....
Comments |
|
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha