Isambulo wenzani

Isambulo umuthi wenzani uses and benefits siyangena emthini yokukhuphulwa isithunywa. Siyangena kwigobongo, Siyangena emthini wokuvula izinto zakho ezivalekile. Siyangena kumuthi wenhlanhla. Siyangena emthini wokucacisa amaphupho.

Isizukulwane/ Uqedubuhlobo/ Umuzwawulapha isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena emithini yokushaya umthakathi. Uyangena nasemithini yokuthakatha.
Ishinga isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena emithini ebhekiswe kubathakathi, iyangena kwizibambelelo. usetshenziswa emithini yedlozi, ufaka emithini yokucacisa amaphupho.
Umhlahlo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwigobongo. usetshenziswa emithini yedlozi, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokushaya izitha. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucacisa amaphupho.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha