ISHAQA umuthi wenzani

ISHAQA umuthi wenzani Uyangena emthini yokuqeda izinduna ebusweni. Uyangena emithini yasesivazane yoku servisa inkomo iphume iphunga ihlangane. Uyangena futhi emithini yokugeza inkomo ukuze ibe mnandi. Liyangena emithini yokopha unganqamuki.

Mngamanzi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokulungisa idlozi, ukulungisa amanzi amanyama, ukuvula izinto ezivaliwe. Lomuthi uyangena futhi nasemithini engasile engeke siyibale ngoba yonke imithi engikhuluma ngayo kule video yimithi eyenza okuhle.
alarm / itshe lomgodi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uyaliphuza uma unamalonda, liyasetshenziswa abantu besifazane ukwenza inkomo ibe tight. ufaka emithini wokwelapha stroke.
ITSHE LOMSIPHA isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokuchatha uma ungakhulelwa. ufaka emithini wokwelapha stroke. ufaka emithini yokupholisa izilonda ngaphakathi.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha