isibabuli umuthi wenzani

Isibabuli singena emithini eminingi ukuchela ekhaya, ekwenzeni isikhafulo, ekuxosheni izilwane njalo njalo.

isibabuli embizeni kashukela

Umuthi wokwelapha ushukela, ake selaphe isifo sikashukela sisebenzisa isibabuli.

Nomvula Kheswa Sanibonan ekhaya kusihlwa,hha ngashisa isibabuli ikhanda langiphatha laphuma ngamehlo,nangamakhala ngyabonga.
Admin Isikalo semithi sibalulekile, ingakho kumele imithi uyithenge kumelaphi ozokwaluleka ukuthi usebenzisa umuthi ongakanani. Yonke into uma uyisebenzisa mawala iba nama side effects, isibonelo: uma uphuza amanzi angu 6litre, izinso ziyayeka ukusebenza umuntu ashone, kodwa amanzi anempilo , okushuthi "too much of everything is bad".

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
sanibona ngicela ukbuza la,ngihluhlwa amathumba emilenzeni, ngabe isbabuli singakwazi ukungsiza,uma singangisiza ngisisebenzisa kanjani
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha